azlyrics.biz
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

untshebe – amagugu lyrics

Loading...

haw. shiya lamagugu
(amaguguh elolizwe ayosal’emathuneni)
haw shiya lamagugu

(amaguguh elolizwe ayosal’emathuneni)
ngoba wena
uyolala (uyolala) uwedwa (uwedwa)
ethuneni lakho
hoh ngooba
uyolala uwedwa ethuneni lakho
bantwabam kwenzeka mihla namalanga lokhu okusihlanganisa namhlanje
kepha akwejwayeleki
namhlanje sihlangene ngoku zophelela umpetuleli
impela ebelungile
elunge njengo bhanana
kodwa ke ebehisishimane
empilweni yam ngiyaqala ukungcwaba isishimane uvul’uvale
wayethi uma ebona intombi ecababga ukweshela
avele ashawe uvalo ajuluke az’asuze
ngiyafisa ukuthi
kulomndeni wakwasibisi angazalwa oyofana naye
naye umakoti wakhe lo umamdletshe
ngiyazi mina ukuthi wayemeshelelwa ngumngane wakhe
namanje uyashisa umpetuleli apha ebhokisini wehlule ne friji yase moshali
phela bazalwane isishimane sifa kukhona esishoda ngakho
yikho nje umzimba waso uhlala ushisa size siyongena egodini
ebenenkani umufi
uyazi ke ukuthi inkani yesishimane ifana nenkani yebhimbi
ehh!! ungakhalake mamdletshe 1, 2, 3 start
hiiiiiii!!! waze w-ngishiya kabuhlung’umyen wami whuuuuu!!! whuu!! whuu!
kazi zizoba yini nje izingane zikakhoza?!!! nxxx nxxx njalo izingane zakho
whuu!! w-ngishiya kabuhlung’umyen
stop!!!! sekwanele
ukhale kwezwakala
sesiyaphuma ke aph’etendeni ke bantwabami
sesiya endlwini yakhe yokugcina
masiphume nge culo
“””um’uphind’umbon’untsikelel’umntshel’ukuth’angafownele”””‘
nantsi namba yami 910…
shethap!!!! mam hlongo ngozokgwazake manje i’m stead yourself nxxx lelibhimbi leli maan
cula khwaya
amaguguh elolizwe ayosal’emathuneni
awshiyalamagugu
amaguguh elolizwe ayosal’emathuneni
ngoba wena!!!!
uyolala(uyolala) uwedwa (uwedwa) ethuneni lakho
ohhhh ngoba
uyolala uwedwa ethuneni lakho
sesifikile ke emangcwabeni bantwabam
sisocela izihlobo zivule ibhokisi
zimshutheke ihleza ngemuva
ukuze angabusuzi ubushimane
beseke emva kwaloko bantwabam sivule lapha ingqeqe
ake siyivule ke ingqeqe engcwele sifunde laphayana
kwabaseduduza verse13 – 7
lapho kufundeka khona kanjena
“bheka ukufa kuyofika kudle soka kudle sishimane kanye namavezandlebe okubalulekile kukuhlala ezwini” holly oxygen
selingehla ibhokisi
umquba emqubeni ulova koolova isishimane ezishimanini uthuli othulini
mamdletshe ungeza uzothela intlabathi
webhoshomanie suk’endleleni kheman
ulengise nanafinyina lah
suk’endleleni adlul’lumamdletshe azothel’intlabathi
ucabang’ukuthi kuyadlalwa lah
ngiyangcwaba ngsiliyas lah
beseke kuba izingane zika mpetuleli kodwa ezifana nokhoza
kimike bazalwane
ngizosho ukuthi k-mantombazane adakwa bese dlula la emangcwabeni ebusuku
azowkhomba umz’onotshwala
ngoba isishimane siqala ukuporha ngo5 ntambama size sibuyele engcwabeni ngo7 entloks ngaksasa
umsebenzi ke usuphethiwe
sing-ya ekhaya siyogeza izandla
isinkwa ke esino jamu webhece silimele
niyazi ke ukuthi inyama idliwa ngumfundisi onomkhaba nentshebe kuphela
sibonge ke bazalwane abahle nababihh!!
sibonge very too much asibuyele emabhasini bantwabam
holly oxygen.

awshiyalamagugu
amaguguh elolizwe ayosal’emathuneni
awshiyalamagugu
amaguguh elolizwe ayosal’emathuneni
ngoba wena
uyolala(uyolala) uwedwa(uwedwa) ethuneni lakho
ohhhh ngoba uyolala uwedwa ethuneni lakho
created by a s lu.t.h.u.l… i



Random Lyrics

HOT LYRICS

Loading...