azlyrics.biz
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

amu classic & kappie - idlozi lyrics

Loading...

[intro]
bona baningi
awu bona baningi
oh baningi
awu bona baningi
bona baningi
oh baningi

[verse 1]
ayi mina kudala
kudala ngizula ngiz’funel’ indlela
ayi bona baningi, baningi
bang ‘thembis’ ukwenzeka

[chorus]
oh manje idlozi livumile
baningi bathukile
izinto zijikile
k’dala ngisho mina
oh manje idlozi livumile
baningi bathukile
izinto zijikile
k’dala ngisho mina
ngizobanqonqozela bonke
ngibaphahlele bonke
ngibahlabele bonke inkomo
ngizobanqonqozela bonke
ngibaphahlele bonke
ngibahlabele bonke inkomo
[refrain]
bona baningi
awu bona baningi
oh baningi
awu bona baningi
bona baningi
oh baningi
(kudala ngizula ngiz’funel’ indlela)
(baningi)
baningi (bona baningi)

[chorus]
oh manje idlozi livumile
baningi bathukile
izinto zijikile
k’dala ngisho mina
oh manje idlozi livumile
baningi bathukile
izinto zijikile
k’dala ngisho mina
ngizobanqongozela bonke
ngibaphahlelе bonke
ngibahlabele bonkе inkomo
ngizobanqongozela bonke
ngibaphahlele bonke
ngibahlabele bonke inkomo
[verse 2]
kungcono ngithemb’ amatye
kunokuthemb’ umuntu
ngoba babheda
kungcono ngithemb’ amatye
kunokuthemb’ umuntu
angisho babheda
ngoba izethembiso
zona ziningi
namanga nawo maningi
izethembiso
zona ziningi
namanga nawo maningi
awu nana thula
unokuthula uzobuya
nana thula
ngob’ unokuthula uzobuya
hayi ngoba ziningi
ziningi izethembiso



Random Lyrics

HOT LYRICS

Loading...