andrwmaars - uthando lakho lyrics
[intro]
ngenza nomayini ukthola uthando lakho
ngifun uqeda lonk usizi lakho
ngiyawabona amaphutha ami
futhi ngyazi ngakphatha kabi
okwenzekile izandla zami
bengaqondile s’thandwa sami
kuwe ngxolisile muntu wamii
mama ngcel ubambe isandla sami
[hook]
ngyakkhumbula nglahl uthando lakho
mina ngfun uthando lakho
inhliziyo igcwel uvalo
inhliziyo igcwel uvalo
ngyakkhumbula nglahl uthando lakho
mina ngfun uthando lakho
inhliziyo igcwel uvalo
inhliziyo igcwel uvalo
[verse]
kunzima sthandwa sami
angsakwazi
usuhambile, kodwa ngyazi
unkulunkulu ukbusisile
ubusisiwe sthandwa sam, usbusisiwe
ngathi ngizofika kodwa mama angzange ngifike
ngaphandle kwakho ngeke ngphile
sthandwa sami ngaphandle kwakho nghamba ngfile
bengithi mina nawe ngeke siwe
yebo sthandwa sami, yebo mama ngzwile
ngyalazi iphutha lami, mina ngeke ngvike
ngaphandle kwakho baby, impil imile
uma usaphila ngeke ngzilе
uma ngbona wena ngvele ngzizwе
[hook]
ngyakkhumbula nglahl uthando lakho
mina ngfun uthando lakho
inhliziyo igcwel uvalo
inhliziyo igcwel uvalo
ngyakkhumbula nglahl uthando lakho
mina ngfun uthando lakho
inhliziyo igcwel uvalo
inhliziyo igcwel uvalo
[verse 2: master da wizzard]
yaz uthando lwislima
yaz uthando lwislima
lukbambungalindele
uytshel ukuthi ucleaver
kanti usuyslima
cela ukuthi ngislima
ngathi sengishayemina
nakhu looser amamitha
ngezinto engidalemina
sthandwa sami bengonile
sthandwa sami ngyaxolisa
sthandwa sami bengonile
[bridge]
ngyakkhumbula nglahl uthando lakho
mina ngfun uthando lakho
inhliziyo igcwel uvalo
inhliziyo igcwel uvalo
ngyakkhumbula nglahl uthando lakho
mina ngfun uthando lakho
inhliziyo igcwel uvalo
inhliziyo igcwel uvalo
[hook]
ngyakkhumbula
nglahl uthando lakho
mina ngfun uthando lakho
inhliziyo igcwel uvalo
inhliziyo igcwel uvalo
ngyakkhumbula
nglahl uthando lakho
mina ngfun uthando lakho
inhliziyo igcwel uvalo
inhliziyo igcwel uvalo
[outro]
ngenza nomayini ukthola uthando lakho
ngifun uqeda lonk usizi lakho
ngiyawabona amaphutha ami
futhi ngyazi ngakphatha kabi
okwenzekile izandla zami
bengaqondile s’thandwa sami
kuwe ngxolisile muntu wamii
mama ngcel ubambe isandla sami
ngenza nomayini ukthola uthando lakho
ngifun uqeda lonk usizi lakho
ngiyawabona amaphutha ami
futhi ngyazi ngakphatha kabi
okwenzekile izandla zami
Random Lyrics
- nunn nunn - documentary lyrics
- s6lty - since you left lyrics
- don toliver - better than lyrics
- ysb og - s.i.p dex obama freestyle lyrics
- bitty (fka bittymacbeth) - mango lyrics
- ivohé - bliinqbliinq lyrics
- romix - amazing dreams lyrics
- deadpeace - midnight lyrics
- the beach boys - aren't you glad (2017 stereo mix) lyrics
- julia alexa - open heart surgery lyrics