
aubrey qwana - hostela lyrics
mama ngiyahlonipha inyathuko yakho
mama ngiyahlonipha uhambon lwakho
wasuko lundi ulbhekis’ egoli
wakdela konke yaaah
wahlal’ ehostela
wahla’ ehostela
wadelimpilo ephezulu
usukekini bekuthanda wabheka kwandonga
lik’bulala ikhaza ungena ndaba ngoba vele wavuma
ubungalenz’ iphuta mak’phel’ inyanga imali ubuy’senda
ubulala ungadlile kodwa ubujabula umubona mina ngihleka
okub’ hlungu okub’ hlungu
ukuthi mama ngeke usangibona
mina ngiphumelela, ooh mina ngiphumelela
mama ngiyay’hlonipha inyathuko yakho
mama ngiyal’ hlonipha uhambo lwakho
wasuko lundi ulbhekis’ egoli
wakdela konke yaaah
wahlal’ ehostela
wahla’ ehostela
wadelimpilo ephezulu
udecember nodecember
ubungapheli mna ngiyobona wena
ngiyakukhumbula ma
ngiyakukhumbula ma
kubumuntu uyavuswa
ngabuhleli nami ma
mama ngiyay’hlonipha inyathuko yakho
mama ngiyal’ hlonipha uhambo lwakho
wasuko lundi ulbhekis’ egoli
wakdela konke yaaah
wahlal’ ehostela
wahla’ ehostela
wadelimpilo ephezulu
mama ngiyay’hlonipha inyathuko yakho
mama ngiyal’ hlonipha uhambo lwakho
wasuko lundi ulbhekis’ egoli
wakdela konke yaaah
wahlal’ ehostela
wahla’ ehostela
wadelimpilo ephezulu
Random Lyrics
- linc - fear + influence freestyle lyrics
- mothé (artist) - everyone is everything lyrics
- nash qash - beatbox freestyle lyrics
- lns masu & uncle dolph - chauffeur. lyrics
- sos og - chicken lyrics
- dearly somber - sabrina lyrics
- bad nerves - alright lyrics
- bright campa - the doctor lyrics
- itserikson - it's so weird lyrics
- ero808 - runaway lyrics