aymos - amandla lyrics
[verse 1: aymos]
ngifisa ngabe bengi nalo
kube beli khona
eliny’ithuba lokuba nawe okok’gcina
ngoba awusi valelisanga
umuzohamba
awulayelanga
besingalindelanga
ngifisa noma usuku nomzuzwana nje
sibe munye futhi
[chorus: aymos & aymos & jessica lm]
ukube besinawo amandla
oku vusa abalele
kungaphila abaningi
nom’usuku olodwa
nesi bathandayo
sibe munye futhi
ukube besinawo amandla
oku vusa abalele
kungaphila abaningi
nom’usuku olodwa
nesi bathandayo
sibe munye futhi
[verse: jessica lm]
ngiyalu khumbula
uncumo iwakho
nephimbo lakho oh
ngiyafisa ngabe benginawo amandla
okuvusa abalele
kubengaqala ngawe, ngawe
[chorus: aymos & jessica lm]
ukube besinawo amandla
oku vusa abalele
kungaphila abaningi
nom’usuku olodwa
nesi bathandayo
sibe munye futhi
[?]
Random Lyrics