bayede mabuza - isalukazi lyrics
kunini isalukwazi sizama sizamela impilo yami
sizamela ikusasa lami
kunini isalukwazi sizama sizamela amandla wami ukba afike ngak+m
kunini isalukwazi sizama sizamela impilo yami
kunini isalukwazi sihlupheka ngemizwa
kunini isalukwazi sizama
sizama impilo yami ukba ibone indlela yokukhanya
ngiyacela nina bantu abadala
bayede mabuza ngamandla wasebukhosini
ngiyacela wena xhegu lami
ngalamandla eningithwese wona
mangikhone uk+ma phambi komhlaba wonke
ngibonise amandla wenu kulomhlaba
mangikhone uk+ma phambi kwezitha zami
ngibanikeze imfundo ngokomhlaba
ngiyacela ngiboniseni indlela yami
ngiyacela mina ngiboniseni indlela yami
ngibuka inkanyezi ifumbatha ubuhlungu bami
ngibuka abadala bangikhusela kulobunzima bomhlaba
langihlalisa phansi ixhegu
langinikeza imfundo
ndatshona ngasemsamo ndathetha nabadala
kunini isalukwazi sami sizamela impilo yami
kunini isalukwazi sizama sizamela amandla wami
ukba afike ngak+m
ukba afike ngak+m
ngiyacela kunina bantu abadala
ngiboniseni indlela ngiyephambili
ngaleli khandlela lami elimhlophe
ngicela amandla
ngicela ukukhanya endleleni yami
ngiyacela kunina bantu abadala
ngiboniseni izincwadi zakudala
ngikhone ukuqubeka ngalemfundo yenu kulomhlaba
kunini umama ezama ezamela impilo yami
kunini azama konke okusemandleni akhe
ukba anginike imfundo
ukba anginike indlela yami kulo mhlaba
kuningi engindlule kukho
ngikubona ngiloku ngikhula
ngikulendawo engikuyo
sengikubonile okwalomhlaba
kunini umama ezama ezamela ikusasa lami
kunini umama ehlupheka
kunini umama ehlupheka
kunini umama ehlupheka
Random Lyrics
- official kahz - playa playa lyrics
- young ejecta - beast lyrics
- skold - this is the way lyrics
- b young (uk) - ride for me (remix) lyrics
- sorroweaver - controlled burn lyrics
- judas priest - starbreaker [epitaph] lyrics
- vic allen - healing lyrics
- sheep, dog & wolf - periphescence lyrics
- retro x - misfit lyrics
- ote - getting colder lyrics