berita - makhumalo lyrics
[chorus: bekezela]
makhumalo masishade sthandwa sam
ukushela yikwenza nje
oh mina ngizibonela umshado
makhumalo
nalingi yo sheri nangai
ukushela yikwenza nje, nje, nje, nje
[refrain: bekezela]
angifuni ukudlala ngawe
angifuni ukudlala ngawe
angifuni ukudlala ngawe
angifuni kucitha isikhathi
angifuni ukudlala ngawe
angifuni ukudlala ngawe
angifuni ukudlala ngawe
angifuni kucitha isikhathi
[verse 1: bekezela]
ukuqala kwam’ ukukubona
amehlo akho angihlaba izinhliziyo
umoya wami wavuma
ukukushela yikwenza nje nje
sengizothumela abomalume
ngobe nguwe umama ekhaya engimkhethileyo
[chorus: bekezela]
makhumalo masishade sthandwa sam
ukushela yikwenza nje
oh mina ngizibonela umshado
makhumalo
nalingi yo sheri nangai
ukushela yikwenza nje, nje, nje, nje
[verse 2: berita]
bazojabule ekhaya, uzojabula mama
ubaba sengimtshelile, indaba yakhona iyamchaza
thumela omalume
sthandwa sam ngiyakuthanda, akukho okudlula lokho
thumela omalume
[refrain: bekezela & berita]
angifuni ukudlala ngawe
angifuni ukudlala ngawe
angifuni ukudlala ngawe
angifuni kucitha isikhathi
angifuni ukudlala ngawe
angifuni ukudlala ngawe
angifuni ukudlala ngawe
angifuni kucitha isikhathi
angifuni ukudlala ngawe
angifuni ukudlala ngawe
angifuni ukudlala ngawe
angifuni kucitha isikhathi
[chorus: bekezela]
makhumalo masishade sthandwa sam
ukushela yikwenza nje
oh mina ngizibonela umshado
makhumalo
nalingi yo sheri nangai
ukushela yikwenza nje, nje, nje, nje
Random Lyrics
- lilwaterbed - something lyrics
- yoonmirae (윤미래) - my dream lyrics
- funker vogt - god with us lyrics
- damons year - auburn (headache. version) lyrics
- shotty horroh - ain't nuthing ta f' wit! lyrics
- labi siffre - down lyrics
- another magic - coco da purpurina (part. ana bispo) lyrics
- ankathie koi - the void lyrics
- ethernalcold - салам ( salam ) lyrics
- koza x oorbit x nycto - taśma lyrics