azlyrics.biz
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

big zulu - dear pro lyrics

Loading...

[verse 1: big zulu]
ay, ake ngiqale ngokuthi rest in peace baba pro
khize khabazela ekamavovo izel’ intombi
zasho ngiphelelela la ngesamageba, ayiqedw’ inkosi
basabhukud’ esizibeni sakho, kusesenzima ukushintsha iflow
dear baba pro, ngikubhalele lencwadi
iphethwe yiy’ngelosi, asithembe izofika ngeskhathi
sakhala say’thulisa, iy’nyembezi zisagcwel’ ikasi
wawusishaya ngaphakathi ngeflow kodwa singaphalazi
khabazela ngiyak’khumbula, kuwe akekho obengabuya
wawuyinjulabuchopho, iflow uyigingqa nje kalula
sabhekana suyanquma, kush+sh+ kuculwe uhallelujah
ungenandaba no brown, umhlabath’ uwugcwalisa isfuba
mina ngiyazi number one soweto boy
abantu ba blind, ngiyabazwela bebengakuboni
inkabi ayizondi, khabazela ubungagobi
udokotela akekho ongathi ubunga[?]



Random Lyrics

HOT LYRICS

Loading...