big zulu - lomhlaba unzima lyrics
[intro: umzukulu]
[chorus: umzukulu]
[verse 1: big zulu]
bathi hallelujah! amen! syivula ngomthandazo
ngegama likajesu unkulunkulu uthixo wemangazo
nkulunkulu mama soxelel’ abasonayo
sohlangan’ e+gallile kuyoba mnandi bengekh’ abasontayo
shweele baba thethelel’ izono zami
akukho lula ukuba yim’ izondo inami
nam’ angilazi icala lami isono sami
izitha zyangiladela vika dloz’ amandl’ enkabi
ngizomemeza unkulunkulu wamabhinca
uzosabela ithukuthuku mabe zidla
ngisele ngedwa inxushunxushu bayang’ gila
bathi khala zonke mtaka+ma uyokhala kuzwe bani
uphenduk’ intandane inyembezi ziwela phansi
sal’ usubuya nkulunkulu wama bhinca
ngizogqok’ u brentwood ngizocothoza masu fika
[chorus: umzukulu]
[verse 2: big zulu]
ayy! zyolal’ insizwa kuyosal’ ibongo
syobamb’ ishisa kuyosab’ inongo
zyoland’ indlondlo zyoshiy’ izono
bek’ ithemba k+mdali kuyoqhum’ ibongo
sikhakhile kwenela kunzima nokuyi fakaza
usithathel’ amaqhawe inhloso yakh’ ukusi hlakaza
umgqumeni indidane was’ ugcina nge chalaha
kukhon’ okusesi fubeni kodwa kunzim’ ukuku phalaza
salus’ usubuya nkulunkulu yaz’ awudeli
isizwe sojabula inxushunxushu yaz’ aypheli
usivikele kwiph+kuph+ku yaz’ ayqeni
ibhinca lizo jabula lizokikiza ingez’ aypheli
alusekh’ uthando ihlekisan’ ihlomelela
unzim’ umhlaba isibheken’ ibophelele
awu buya baba isizwe sakh’ usithethelele
ukukhal’ akusizi inyembezi sek+moshakele
[chorus: umzukulu]
Random Lyrics
- regina gore - love & a diamond ring lyrics
- sheila michelle - te olvidare lyrics
- less than jake - so much less lyrics
- shoffy - 14 texts lyrics
- jarrett blandin - evil or nice lyrics
- ape council - everybody sings about love lyrics
- gg neeks - shady krew lyrics
- janice dudley - moose knuckle pussy lyrics
- quincy telus - maybe it was me lyrics
- grimes - so heavy - anna remix lyrics