bongile - mdali lyrics
[verse]
mdali kwenziwa yini ukuthi thina sizw’esimnyama
sithi sisonta kangaka kodwa sihlala sihlupheka
sithi sikhonza kangaka kodwa sikhungethw’ubumpofu

abelungu yibona abafike namasonto
abelungu yibona abasilethel’ibhayibheli
ande futhi labantu, abakwaz’ukuhlupheka
masisesontweni, basemabhishi
masisesontweni basemaclabhini
[chorus]
sicela usixolele somandla, kodwa ngabe yini iphutha lethu
sicela usixolele somandla kodwa ngabe yini isono sethu

sicеla usixolele somandla, kodwa ngabe yini iphutha lеthu

Random Lyrics
- king shelter - ego death lyrics
- yew - disfigurement lyrics
- seemee & bushido zho - dumb lyrics
- dr. doofenshmirtz & isabella - adultando lyrics
- jason crabb - the christmas song lyrics
- salma e mac - tarefa lyrics
- lalion - urwasted lyrics
- roberta flack - prelude to a kiss - intro lyrics
- hadi pakzad - dr lyrics
- adán cruz & shroom - americano lyrics