cici - indaba ka bami lyrics
[verse 1]
lal’ esfubeni sami
lalel’ inhliziyo yami
ibiz’ igama lakho
ifuna wena wedwa
bamb’ isandla sami
uyizw’ imizwa yami
gijim’ igazi lami
ngifuna wena wedwa
[chorus]
ng’yakuthanda baby
noma bethi awung’faneli
pho indaba kabani leyo
ehh indaba kabani leyo
ng’yakuthanda baby
noma bethi awung’faneli
pho indaba kabani leyo
ehh indaba kabani leyo
nhliziyo ithi nci nci bo ohhh
nhliziyo ithi nci nci bo ohhh
when i found the one
[verse 2]
buk’ emehlweni ami
bon’ umphefumlo wami
uk’jula kwenhliziyo yami
ngibona wena wedwa
sondez’ eduze kwami
kekho omunye ofana nawe
thand’ indlela ong’thanda ng-yo
ngibona wena wedwa
[chorus]
ng’yakuthanda baby
noma bethi awung’faneli
pho indaba kabani leyo
ehh indaba kabani leyo
ng’yakuthanda baby
noma bethi awung’faneli
pho indaba kabani leyo
ehh indaba kabani leyo
nhliziyo ithi nci nci bo ohhh
nhliziyo ithi nci nci bo ohhh
when i found the one
[brigde]
uyilanga, uyinkanyezi
uyikho konke engikuding-yo empilweni yami ahh
akekho omunye ofana nawe sthandwa
[chorus]
ng’yakuthanda baby
noma bethi awung’faneli
pho indaba kabani leyo
ehh indaba kabani leyo
ng’yakuthanda baby
noma bethi awung’faneli
pho indaba kabani leyo
ehh indaba kabani leyo
nhliziyo ithi nci nci bo ohhh
nhliziyo ithi nci nci bo ohhh
when i found the one
Random Lyrics
- ones - flawless lyrics
- jump, little children - reality distortion field lyrics
- the trews - shrug lyrics
- blyne - around you lyrics
- abducted - mental walls lyrics
- alberto fortis - anche il vento qui lyrics
- olivia newton-john - river's too wide lyrics
- emitt rhodes - warm self sacrifice lyrics
- beth croft - purify lyrics
- daveed - the fountain of youth lyrics