
dumakahle - life after matric lyrics
usizi lomumtu omnyama angeke luphele
kazi muphi lomhlaba okuthiwa sewabuyela ezandleni zethu
kusho abelungu bedlla ngathi sibuka nje
usizi lomumtu omnyama angeke luphele
kazi muphi lomhlaba okuthiwa sewabuyela ezandleni zethu
kusho abelungu bedlla ngathi sibuka nje
omunye wayefisa ukuba ummeli
omunye wayefisa ukuba yiloya
omunye wayefisa ukuba nguthisha
omunye wayefisa ukuba ummeli
omunye wayefisa ukuba yiloya
omunye wayefisa ukuba udokotela
akekho umuntu owayefisa ukuthi umesеmdala
ehlale estolo emakulеni acele abantu ama r2
after matric impilo ivele ibenzima
akekho umuntu owayefisa ukuthi umesemdala
ehlale estolo emakuleni acele abantu ama r1
after matric impilo ivele ibenzima
akekho umuntu owayefisa ukuthi umasemdala
athathe isibhamu asifake enqulwini
ahambe ayokhomba imoto yemali
akekho umuntu owayefisa ukuthi umasemdala
athathe isibhamu asifake enqulwini
ahambe ayokhomba imoto yemali
akekho umuntu owayefisa ukuthi umesemdala
ehlale estolo emakuleni acele abantu ama r2
after matric impilo ivele ibenzima
akekho umuntu owayefisa ukuthi umesemdala
ehlale estolo emakuleni acele abantu ama r1
after matric impilo ivele ibenzima
omunye wayefisa ukuba ummeli
omunye wayefisa ukuba yiloya
omunye wayefisa ukuba nguthisha
usizi lomumtu omnyama angeke luphele
kazi muphi lomhlaba okuthiwa sewabuyela ezandleni zethu
kusho abelungu bedlla ngathi sibuka nje
abanye bathenga ukuthatha imiphefumulo yabanye
nowayefisa ukuba udokotela esindise impilo yabantu
usekhokhelwa ukuba athathe imiphefumulo yabantu
abanye bathenga ukuthatha imiphefumulo yabanye
nowayefisa ukuba udokotela esindise impilo yabantu
usekhokhelwa ukuba athathe imiphefumulo yabantu
akekho umuntu owayefisa ukuthi umesemdala
ehlale estolo emakuleni acele abantu ama r2
after matric impilo ivele ibenzima
akekho umuntu owayefisa ukuthi umesemdala
ehlale estolo emakuleni acele abantu ama r1
after matric impilo ivele ibenzima
akekho umuntu owayefisa ukuthi umasemdala
athathe isibhamu asifake enqulwini
ahambe ayokhomba imoto yemali
after matric impilo ivele ibenzima
Random Lyrics
- yoan retro - bueno toy yo lyrics
- vink (fra) - venin lyrics
- divide music - breathe lyrics
- raeflowrr - step up lyrics
- tenth avenue north - control (acoustic) lyrics
- audiofollia.it - marika ragazza squallor lyrics
- mchserfer - budda lyrics
- tourniquet - electric funeral lyrics
- led zeppelin - trampled under foot (live from earls court, 1975) lyrics
- child of the jackyl - chthonian descent lyrics