
hitman ceo feat toto mtobo - ngisendleleni lyrics
ngisendleleni
ngobona isthandwa
i’m on the way
kunini ngahamba
ngizofika ekuseni
eyntatha kusa
baby ungiphatheleni
ungabe usabuza
ngiphethe mancamnce
into izimnandi
ngicela ungalali asi charter baby
ngilinde ngifike
i will make it worth it
ngizofika ngikutofatofe
njengo mbali
ngikwenze i bicycle ngikushove
ntaba zikude zingifihlela wena sthandwa sami
abantu bayajika
i weather iyashintsha
kodwa alishintshi uthando lwami
uthando lufuna isneke
lifuna umuntu wakho umthembe
ebusuku ngilala ngingalele
ngicabanga wena baby
chorus
wemshayeli awushaye imonto singimele isthandwa
sthandwa lalela ngisendlеleni uyeza baba
uzongibona ngingena еmacekeni nge aro shirt
mawubheka ezansi
i floor shine shoe combo i correct
i’m on the way
ngisendleleni
i’m on the way
ngisendleleni
i’m on the way
ngisendleleni
i’m on the way
ngiseduze
i’m on the way
ngisendleleni
i’m on the way
ngisendleleni
i’m on the way
ngisendleleni
i’m on the way
ngiseduze
verse 2
imizwa yami ifuna ngikubone
woza si video caller
baby ngawe ngibhema ngikholwe
i voice yakho yenza ngi phone
ngiyakuthanda wengane ka sthole
kuthi ngigiye ngibonge
ngikulobole nge sbaya sonke
usine baby ungiqome
webagibeli aniyeke ukukhuluma anivale iscabha
wemshayeli awushaye imoto singimele isthandwa
uyeza ubaba
kuzofudumala
sula inyembezi my baby
ungabe usakhala
cava my shoes
looking brand new
coming to you
you my boo
cava my shoes
looking brand new
coming to u
you my boo
chorus
wemshayeli awushaye imonto singimele isthandwa
sthandwa lalela ngisendleleni uyeza baba
uzongibona ngingena emacekeni nge aro shirt
mawubheka ezansi
i floor shine shoe combo i correct
i’m on the way
ngisendleleni
i’m on the way
ngisendleleni
i’m on the way
ngisendleleni
i’m on the way
ngiseduze
i’m on the way
ngisendleleni
i’m on the way
ngisendleleni
i’m on the way
ngisendleleni
i’m on the way
ngiseduze
Random Lyrics
- bulletproof stockings - vagabond's wagon (2019) lyrics
- noise official - calma lyrics
- malu carranza & pablo concejero - ¿qué puedo hacer por ti? lyrics
- jesuly - el sur lyrics
- mighty sparrow - marajhin sister lyrics
- klamydia - mitä vielä! lyrics
- gyan - pikette lyrics
- stevie bill - better lyrics
- bright light bright light - love song lyrics
- kpoint - trafiquant lyrics