hope-tg - old ashes lyrics
khuluma moya !!
ixesha lemukile
asibuyele emasisweni sibeke idolo phansi
alibuye kwakhona
alibuye elamakhosi silibambe ngezandla
sibuyuse ubulona
sifafaze imilotha
ukuze + siphilisane njengasemandulo
sihube ingoma eyodwa sihlalisane ngeqiniso
alibuye kwakhona
alibuye kwakhona
sibuyuse ubulona
sifafaze imilotha
ixesha lemukile ehe iyelele
(uwhooooo hhammmm)
imilotha
(uwhooooo hhammmm)
iyelele yelele yеlele !!
(uwhooooo hhammmm)
imilotha!!
(uwhooooo hhammmm)
(ayivunywe) indlamu yokuphila siphilе
sigidagide sigidagide!!!
(ivunywe) indlamu yokuphila siphile
singidagide sgide siphangise !!
silakhe izwe
si+la+khe izwe!!!
(uwhooooo hhammmm)
imilotha
(uwhooooo hhammmm)
imilotha
(uwhooooo hhammmm)
asithathe lendandatho
sishade n0buntu ubuntu bomuntu buphile k+muntu
asingadukisi umlando esifundiswe wona
indlela sizoyibona
kwemidala imilotha sivuse amalahle
sivuse n0buntu
asiphilelane (yimb’indlela)
kwemidala imilotha sivuse amalahle
sivuse n0buntu
asiphilelane !!! (yimb’indlela)
sibuyuse ubulona
sifafaze imilotha
ukuze siphilisane njengasemandulo
sihube ingoma eyodwa sihlalisane ngeqiniso
ngoba ixesha lemukile hee iyelele
(uwhoooo hhammmm)
imilotha
(uwhooooo hhammmm)
wo wo wo wo wo wo wo imilotha
(uwhooooo hhammmm)
(uwhooooo hhammmm)
Random Lyrics
- jeden tag silvester - 16 zu 9 lyrics
- gkd, sébago, & johnnyjon - elevator lyrics
- homer marrs and the excellent adventure - candy and demonology lyrics
- el senior g - nst lyrics
- dj fixi - tensión fatal lyrics
- דניאל רובין - hasipur begadol - הסיפור בגדול - daniel rubin lyrics
- lil uzi vert - over with* lyrics
- robbie mac - byrons lyrics
- the veer union - epic lyrics
- dj fixx - show me lyrics