j.eson - izifiso lyrics
[verse 1]j.eson
yeah, mildness
look
bengisa fisa ukuphila impilo engcono nam
ngivuke ekuseni ngibone nomama ngikhone nok’baba
kod’ungaphi ulayini?
kade k’sile ngilayina, ngi ayina ngishisa amabhulukwe
ngilalele no-mharimbe
i mean , nami ngyathanda ukubusiswa
no 7 rands efonini yami, angikhoni nok’ mxiter
angivele ngihambe ngikhonde imali, ngikhohlwe ilokhu kukhohliswa
othekeni ngapha ba busy ngemali, akhohlwe ngo j.eson
phela lempilo inami qatha
kuningi ok-mele ngikwazi ng-yo angikhoni nokuqhasha
ngivale ulwazi, ngivale umnyango engangeni, ulaqhasha
nesagil’eskhulu esbhodloz’udonga kuvel’um’fanta
(eyy)
u-nkulunkulu nasi bheka stru, um’rapper ong’sanganelayo, um’rapper oding’istulo
mgim’nike iwashi ahlale phansi, afunde nokugcin’iskhathi
ngibuye lapho ngim’nike amanzi, aphuze nok’gcin’iskhathi
(eyy)
phela lendlela ihanjw’abakhulu
ihamb’abakade becosh’izingcezu nje besakhula
wen’awazi (x3) lutho
ngalendima esiyi limayo , wen’awazi lutho
yaz’impilo ay’ncono mawuzothatha noma yini
uthatha noma yini ume kulayini kusumile
hhayi min’angiyifuni leyo ngifuna le
ngidlalis’abantu ngama gama , kungcono ngi puzzle
[hook]bongiwe nzimande
i don’t wanna waste up too much (x3)
i don’t wanna take up too much
i don’t wanna wake up tonight (x3)
i don’t wanna no late nights tonight
[verse 2]j.eson
shwing shwong, vele kwashuba
ngivuke nge morvite everyday ek’seni kwashuba
hay bo, nami ngyay’funa le bacon
run around, run around, njengo tsholofelo
then i turn around like there’s no patience
i just need a plan those flashing lights i need them back here
i just need to man up, well i guess i’ve been a man yah
yeah, it’s j.eson right here on the stage, game changer
i take a book then i turn a page
book changer,i take a book then i take a book
when i take a look at the shuffle then i make a move
yeah mina i went through school
kade kusile ng’funda
ng’vuka
ng’funda , ngilala, ngf’unda wen’uphuza
manj’ufuna ukubuz’umbuzo, just khulula mina wena
thul’ubuk’umuntu ephusha, amaphupho azom’khulumela
ne bank izong’khulumela
so angidinge muntu ozongimela
ummeli weskhashana nje
i don’t wanna lose my shape like bending banana yeah
i don’t wanna lose my self, so kuncono ngiy’bambeke
so kuncono ubaleke?
yazi wen’udlalwa umona ukwenz’ibhol’uphantsheke
nangu naye futh ufloyd upheth’ibhola, aphantsheke
hhay suka , asiphume lapho
sival’umnyango sishiye lapho
zitha zami zonke lapho
bangani bami wozangapha
manje ngithi ngyakhuluma ungiqhumisel’ichappies?
hhay mani uzenza mkhulu lona ungiqhuba ngewisa
ngawa phansi ngabhadalala! ngavuka ngenqindi
wonk’umuntu ophila kulomhlaba uyay’dinga inhlonipho
hhay ngoba sizama ukuzenza isibuko ,bukela kithi
(eyy)
[hook]bongiwe nzimande
i don’t wanna waste up too much (x3)
i don’t wanna take up too much
i don’t wanna wake up tonight (x3)
i don’t wanna no late nights tonight
Random Lyrics
- super junior - 언젠가는 (someday) lyrics
- skimaskjay - bet lyrics
- curtis roach - bossn' lyrics
- q da fool - fell in love lyrics
- rapera.j - 1396 lyrics
- diljit dosanjh - punjab lyrics
- star cast - i want you lyrics
- prolecious - chemical euphonies lyrics
- the fisherman & the sea - suiciders lyrics
- ammi $age - dream. (distant.) lyrics