joe nina - phuma kimi lyrics
hey, hey, oh, oh
hey, hey, hey
weh mngani wami ngicel’uphume kimi
ngoba lestyle osiphethe angigcwali ngaso
weh mngani wami ngicel’uphume kimi
ngoba lestyle osiphethe angigcwali ngaso
izolo lokhu bowupheth’upaulina
umthembis’ukuthi uzomshada
namhlanje sowupheth’uselina
nay’umthembis’ukuthi uzomshada
uzojik’ubheke le
uphinde futhi ubheke le
sebafikile mngani uzosangana
uzojik’ubheke le
uphinde ubheke le
sebafikilе mngani uzosanga
ayi weh mngane (weh mngani wami ngicеl’uphume kimi)
ngoba lestyle osiphethe angigcwali ngaso
weh mngani wami ngicel’uphume kimi
ngoba lestyle osiphethe angigcwali ngaso
weh mngani wami ngicel’uphume kimi
ngoba lestyle osiphethe angigcwali ngaso
monday bowupheth’umaria
haa mfethu ngiyakuzwela
tuesday bowupheth’usophia
yho, wednesday, thursday, friday asifun’ukwazi
uzojik’ubheke le
uphinde ubheke le
sebakufikele mfethu uzogcwala
uzojik’ubheke le
uphinde ubheke le
qaphela lengculaz’iyabulala
ngicel’uphume kimi (ngoba lestyle osiphethe angigcwali ngaso)
weh mngani wami ngicel’uphume kimi
ngicel’uphume kimi (ngoba lestyle osiphethe angigcwali ngaso)
weh mngani wami ngicel’uphume kimi
ngicel’uphume kimi (ngoba lestyle osiphethe angigcwali ngaso)
(weh mngani wami ngicel’uphume kimi)
(ngoba lestyle osiphethe angigcwali ngaso)
oh, oh, oh, oh
oh, oh, oh, oh
oh, oh, oh, oh
oh, oh, oh, oh
uzojik’ubheke le
uphinde futhi ubheke le
sebafikile mngani uzosangana
uzojik’ubheke le
uphinde ubheke le
sebafikile mngani uzosangana
weh mngane wami (weh mngani wami ngicel’uphume kimi)
phume kimi (ngoba lestyle osiphethe angigcwali ngaso)
ngithi mngane wami (weh mngani wami ngicel’uphume kimi)
kimi, phuma, phuma (ngoba lestyle osiphethe)
phuma, phuma (angigcwali ngaso)
phuma, phuma (weh mngani wami ngicel’uphume kimi)
phuma, phuma (ngoba lestyle osiphethe angigcwali ngaso)
phuma kimi, hamba kimi hayi hayi yho
ngicel’uphume kimi
(ngoba lestyle osiphethe angigcwali ngaso)
Random Lyrics
- caleb bowser - i can't hear you lyrics
- buka (esp) - paté lyrics
- меторави (metorawi) - little knight lyrics
- keru & kefy - otro porro más lyrics
- meung - ignore u ⟡ ݁₊ lyrics
- twinnzel washington - love games lyrics
- kyol - doctor lyrics
- p.r2b - la vérité lyrics
- lola indigo & tini - la niña de la escuela - live lyrics
- nike helena - glaub du musst lügen lyrics