![azlyrics.biz](https://azlyrics.biz/assets/logo.png)
joyous celebration - simangaliso lyrics
simangaliso
empilweni yam
mhla ujesu engisindisa
walithwal′ icala
kwakungelo lakhe
ngakhululwa ngahlanzwa
ngenziwa musha
ngiyabonga nkosi
umus’ ongaka
ukufa (ukufa) wen′ ufeli
(fel’ icala lam)
kwakungamelanga (kwakungamelanga)
(no no no) kuba uze
(ukhashelw’ esiphambanweni)
(oh oh oh)
simangaliso, empilweni
hla ujesu engisindisa
walithwal′ icala
kwakung′ elon’ elakhe
ngakhululwa ngahlanza
ngenziw′ omusha
(oh oh oh) ngiyabonga nkosi
(kuye) umus’ ongaka
(ukufa) ukufa
(wen′ ufeli) ufel’ icala lami
(kwakungamelanga) kwakungamelanga
(no no no) ukuba uze
(ukhashelwe) ukhashelwe
(esiphambanweni)
(oh! ngiyabonga nkosi yami)
ngiyabonga nkosi (umus′ ongaka)
(uthand’ olungaka) umus’ ongaka
(oh oh) ukufa (ukufa)
ufel′ icala lami
(kwakungamelanga) kwakungamelanga
(no, no, no) ukuba uze
ukhashelw′ esiphambanweni
ngiyabonga nkosi yami
umusa nothando
ngiyabonga (nkosi yami)
umusa nothando (umusa nothando)
(ngiyabonga nkosi yami (ngiyabonga nkosi yami)
(umusa nothando) umusa nothando
(ngiyabonga nkosi yami)
ngiyabonga nkosi yami
umusa nothando (umusa nothando)
kwakungamelanga ukuba uze
ukhashelwe esiphambamweni
(kwakungamelanga) kwakungamelanga
(oh no no) ukuba uze
ukhashelw’ esphambanweni
(kwakungamelanga) kwakungamelanga
ukuze (ukuze)
ukuba usuke esihlalweni sakho sobukhosa
(ukhashelw′ esiphambanweni)
hallelujah
Random Lyrics
- third ≡ party - joy lyrics
- less than hollow - war lyrics
- pgf nuk - demons lyrics
- choclock - magua con miel lyrics
- bangwhite - punica lyrics
- infernal bizarre - dziedzictwo lyrics
- flofilz - seaside dreams lyrics
- hünkar - uykum yok lyrics
- mikka simone - nobody lyrics
- davus, tomas lago & ivo wosco - terapia de choque lyrics