
kabza de small - ukuthula lyrics
[verse 1: mawhoo]
ukulwa nawe ngeke kung’bisele lutho
uk’phikisana ngeke kungenzele lutho, haibo
abanye benz’ okubi kanti baxubhile, oh
uboyifundisa ukuthula angeke uphelelwe
ubofund’ uk’zehlisa uphum’ enkingeni
[chorus: mawhoo]
ngoba abanye abantu banomona bafuna ukuk’moshela isthunzi sakho nalento ayina nzuzo
wesinye iskhathi ak’ding’ ukuthi ulwe nalababakho
wesinye iskhathi ak’ding’ ukuthi ukhale ngalokuk’ jabulisa
thula wena wenz’ okuhle, abantu bakho bayoy’veza
thula wena wenz’ okuhle, abantu bakho bayoy’veza
thula wena wenz’ okuhle, abantu bakho bayoy’veza
thula wena wenz’ okuhle, abantu bakho bayoy’veza
thula wena wenz’ okuhle, abantu bakho bayoy’veza
[verse 2: mawhoo]
konakala kanti mina ngifuna impumelelo (ngifuna impumelelo)
ngoba ngiyazi, ngiyazi mina ngingumuntu ngabantu (ngingumuntu ngabantu)
babona ngizithobile, babona ngizehlisile
angizwani namacala mina, ngumuntu woxolo mina
babona ngizithobile, babona ngizehlisile
angizwani namacala mina, ngumuntu woxolo mina
[verse 3: young stunna]
oh, ah
oh oh (oh, oh)
hayi
ngithi abantu bak’lethela impi engapheli, silwa nemimoya ke manje
bak’funa usayenza okuhle ngoba bejabula uma uphum’ endleleni
nabadala bak’lekelele k’tshele nenhliziyo iqine njengetje
ndabazolonwabo zude ng’thi ungabavumeli bek’thole endleleni
thamba ndoda, thamba mfazi
ngithi awuzona inkinga zakho
feza amaphupho akho
thula mucabanga ngezono
thula thole uguqe ngedolo
thanda inkosi, ixolele nabo abakwazi abakuzondayo
[chorus: mawhoo]
ngoba abanye abantu banomona bafuna ukuk’moshela isthunzi sakho nalento ayina nzuzo
wesinye iskhathi ak’ding’ ukuthi ulwe nalababakho
wesinye iskhathi ak’ding’ ukuthi ukhale ngalokuk’jabulisa
thula wena wenz’ okuhle, abantu bakho bayoy’veza
thula wena wenz’ okuhle, abantu bakho bayoy’veza
thula wena wenz’ okuhle, abantu bakho bayoy’veza
thula wena wenz’ okuhle, abantu bakho bayoy’veza
Random Lyrics
- scribbles who - monday lyrics
- yotti - rock shit lyrics
- rivercorpse - if you could run, would you 2 lyrics
- stickii b - black and white lyrics
- nevznachay - любовник (lover) lyrics
- joyner lucas - riot lyrics
- friends from home - high in herman miller lyrics
- clint black & roy rogers - hold on partner lyrics
- hannah grace - bigger picture lyrics
- khaosé (artist) - pillars lyrics