![azlyrics.biz](https://azlyrics.biz/assets/logo.png)
kelly khumalo - akathintwa lyrics
[chorus]
aw’ avekulula, ukudelela omunye umuntu
kodwa may’isibeyelwe, awusoze wamuthinta
aw’ avekulula, ukudelela omunye umuntu
kodwa may’isibeyelwe, awusoze wamuthinta
[verse 1]
ngiyalizwa izwi lakho
ngiyawesab’ amandla akho
l’yangentheza ihubo lakho
ngiyalusab’ ulaka lwakho
[pre+chorus]
yebo noma kunjal’ uyang’bekezelela
yebo noma kunjal’ uyang’landelela
yebo noma kunjal’ uyang’bekezelela
yebo noma kunjal’ uyang’landelela
[chorus]
aw’ avekulula, ukudelela omunye umuntu
kodwa may’isibeyelwe, awusozе wamuthinta
aw’ avekulula, ukudelela omunyе umuntu
kodwa may’isibeyelwe, awusoze wamuthinta
[verse 2]
aw’ ngithi ngenz’ okuhle
ngizithole ngenz’ okubi
(ngithi ng’yaziqoqa) buth’ ubububuphi
uthando lwakho lunje, lumile aluhluphi
ngifis’ ukuziphatha kahle, ngizilonde ngingahluphi
[pre+chorus]
yebo noma kunjal’ uyang’bekezelela
yebo noma kunjal’ uyang’landelela
yebo noma kunjal’ uyang’bekezelela
yebo noma kunjal’ uyang’landelela
[chorus]
aw’ avekulula, ukudelela omunye umuntu
kodwa may’isibeyelwe, awusoze wamuthinta
aw’ avekulula, ukudelela omunye umuntu
kodwa may’isibeyelwe, awusoze wamuthinta
[refrain]
[chorus]
aw’ avekulula, ukudelela omunye umuntu
kodwa may’isibeyelwe, awusoze wamuthinta
aw’ avekulula, ukudelela omunye umuntu
kodwa may’isibeyelwe, awusoze wamuthinta
Random Lyrics
- shanice - liar lyrics
- lennixx - i might lyrics
- dark smith - witch marks lyrics
- lazy susan - bobby fischer lyrics
- andrew rayel - lifeline lyrics
- toasted plastic - greater thinking lyrics
- divne (can) - please lyrics
- john sakars - say no to glue traps lyrics
- lukas graham - share that love (acoustic) lyrics
- antharesss - la lettre lyrics