leendorway - egalile lyrics
ngoba as’kahlangani egalile
as’hlanganeni ekwarini
oh please ungaduki ungabuza k’thina
ongekho nathi ungam’buzi k’thina
mokuthi syakwaz ungaphuza k’thina
isgubhu syasho as’groover thina
mocim’umsindo ucuphe thina
20 miss calls istraight ngosbon’ek’seni
asambe makhwapheni asambe syemsindweni
iphuzo k’yafiwa as’jemeni
awulono olele simvusen
lono ohlulwa bhengi simfundiseni
lono oflobhayo simkhuzeni
akekho uzoxhoshwa la as’jabuleni
udakwa kanjan ungakaphuz
alright
ngoba as’kahlangani egalile
as’hlanganeni ekwarini
ngoba saphila sisadla anhlamvana
as’hlanganeni sidl’amponjwana
oh ngoba as’kahlangani egalile
as’hlanganeni ekwarini
ngoba saphila sisadla anhlamvana
as’hlanganeni sidl’amponjwana
oh
e…e..e..e..egalile egalilе
oh thina estheng’iphuzo ungasibuzi im’buzo
thel’iphuzo sphuzе yash’inamba asgroove
wen’ushayi gruvi uzelana ngephutha
hayii sukaa hayii sukaa
akekho ogad’omunye omunye ubam’omunye
akekho oceb’omunye sonke as’bonanga
akekho ombek’omunye ab’phele s’thenge obunye
sonke sithembene futh s’bambisene
ngoba as’kahlangani egalile
as’hlanganeni ekwarini
ngoba saphila sisadla anhlamvana
as’hlanganeni sidl’amponjwana
ngoba as’kahlangani egalile
as’hlanganeni ekwarini
ngoba saphila sisadla anhlamvana
as’hlanganeni sidl’amponjwana
e..e..e..e..e..e..e..egalile egalile e..
Random Lyrics
- the springs - don't need fixin' lyrics
- ragon linde - storm rider lyrics
- dshmurd - depression lyrics
- feduk - бэнгер (banger) lyrics
- di-rect (nld) - wild hearts lyrics
- joshdeansavage - stayed one lyrics
- teoman - kupa kızı ve sinek valesiii lyrics
- kid humphrey - what we could be lyrics
- lukas graham - where i'm from lyrics
- odd metrist - 2020 lyrics