
lu dlamini - baba wami lyrics
[verse 1]
baba ngamukele nginje njenje
ngizamil’ ukuphenduka
ngizamile ngehlulekile mangingedwa
kodwa wena waz’ umphefumlo wam
wena waz’ inhliziyo yam
wena waz’ ikusasa ngam
[chorus]
hayi angikufuni lokuba[?] kimi
angiyifuni lemicabango yam
ngamukele nginje nje nginje
ngizamil’ ukuphenduka
ngiding’ ukuzwa lelo lizwi lakho
lithi ”woza nazo zibomvu”
ungamukele nkosi…
[verse 2]
baba bakhuluma kabi ngam
yilezintw’ engizenzayo
yilezindlel’ engizihambayo
kodwa wena waz’ umphefumlo wam
wena waz’ inhliziyo yam
wena waz’ ikusasa ngam
[chorus]
hayi angikufuni lokuba[?] kimi
angiyifuni lemicabango yam
ngamukele nginje nje nginje
ngizamil’ ukuphenduka
ngiding’ ukuzwa lеlo lizwi lakho
lithi ”woza nazo zibomvu”
ungamukele nkosi yam
hayi lokuba[?] kimi
angiyifuni lemicabango yam
ngamukеle nginje nje nginje
ngizamil’ ukuphenduka
ngiding’ ukuzwa lelo lizwi lakho
lithi ”woza nazo zibomvu”
ungamukele nkosi yam
wee baba wami, wee baba wami
wee baba wami
Random Lyrics
- foe$antana - homicide lyrics
- eddie and the getaway - broken man lyrics
- woskphantom - hororo lyrics
- asuramustdie, saint - red devil lyrics
- hariroc & pcf manman - dont need lean lyrics
- паша перс (pasha pers) & machet [black market] - my life lyrics
- mary mccaslin - northfield lyrics
- gustavo cerati (ia) - fragmentos de ayer lyrics
- dizzy2perc - мопс фристайл (pugs freestyle) lyrics
- anndy negative - we're gunna party tonight lyrics