azlyrics.biz
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lira – ngiyabonga lyrics

Loading...

mhm.. mhm..mhm..
mhm..mhm..mhm..
mhm..mhm..mhm..
mhm..mhm..mhm..
verse 1
mangivuka ekusen’
ngsenokthula emoyen’
mangivula amehlo,
ngibon’ubuhle bemvelo,
mangsaphefumula, mangsakhon ukuvuka, ngiboni ilanga elishaa..
chorus
ngiyabonga mina ngiyabonga,
ngiyabonga mina ngiyabonga,
ngiyabonga mina ngiyabonga,
ngiyabonga mina ngiyabonga,
ahhaah
verse 2
ngiyabonga mna ngempilo yam,
nangawonk’ amathuba,
engiphiwe wona, nengisazowathola,
ngibong’ukbonisa umusa,
ngbong ukubusiseka,
nokuba nenjabulo,
nokuthol’ ukuthula hah
go back to chorus
ahhaaha-ahahahaha
ow-ow
ngigcwel’ ukubonga,
mina ngigcwel’ ukubonga,
mina ngigcwel’ ukubonga, ahahaha
verse 3
ngibonga abazali bam,
ngibonga nabangani bam,
ngibong’izalukazi zam,
ngibonga imikhuleko,
ngibonga ngalolu thando,
oluhamba nami,
ngibonga nay’umdali wami
ongivuleli indlela…
chorus x12
ahahah..



Random Lyrics

HOT LYRICS

Loading...