azlyrics.biz
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

maline aura - buyisela lyrics

Loading...

[verse 1]
udlalile ngami
iminyak’ emngaka siphush’ int’engahambi
isikhathi esingaka ngihleli nawe ubukisa ngami
haw’ ngalufela ubala (nendod’ endala!)

[pre+chorus]
w+ng’shela, ngak’qoma, sajola
ngakuthanda, w+ngiphoxa, w+ngilahla
w+ng’shela, ngak’qoma, sajola
ngakuthanda, w+ngiphoxa, w+ngilahla
[chorus]
ngibuyisele
ngibuyisele uthando lwami
ngibuyisele
ngibuyisele ixesha lami nothando lwami
no+no+no, nothando lwami
no+no+no
ngibuyisele
ngibuyisele uthando lwami
ngibuyisele
ngibuyisele ixesha lami nothando lwami
no+no+no, nothando lwami, no

[verse 2]
uyindode’enjani?
dlalile ngemizwa yami, awukhathali?
baningi abafana nami vele ngiyazi
bek+mele ngilalele uma bengitshela
bеk+mele ngilalelе uma bengikhuza

[bridge]
ngakonaphi na?
yin le ngaka engakwenza yona?
ngakonaphi na?
yin le ngaka engakwenza yona?
ngakonaphi na?
yin le ngaka engakwenza yona?
haw’ ngalufela ubala!
[pre+chorus]
w+ng’shela, ngak’qoma, sajola (sajola)
ngakuthanda, w+ngiphoxa, w+ngilahla
w+ng’shela, ngak’qoma, sajola (sajola)
ngakuthanda, w+ngiphoxa, w+ngilahla

[chorus]
ngibuyisele
ngibuyisele uthando lwami
ngibuyisele
ngibuyisele ixesha lami nothando lwami
no+no+no, nothando lwami
no+no+no
ngibuyisele
ngibuyisele uthando lwami
ngibuyisele
ngibuyisele ixesha lami nothando lwami
no+no+no, nothando lwami, no
ngibuyisele
ngibuyisele uthando lwami
ngibuyisele
ngibuyisele ixesha lami nothando lwami
no+no+no, nothando lwami, no



Random Lyrics

HOT LYRICS

Loading...