azlyrics.biz
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

mawelele & naledi aphiwe - buya ekhaya lyrics

Loading...

[intro: mawelele]
mm+mm
(fak’intelezi kinglee)
oh yeah, yeah

[verse 1: mawelele]
yilamaphutha sthandwa sami
nalezinhlungu sthandwa sami
engik’ zwise zona
engik’ zwise zona
zikwenz’ ufun’ ukuhlukana nami
ukuhlukana nami
yilamaphutha sthandwa sami (yilamaphutha sthandwa sami)
nalezinhlungu sthandwa sami (nalezinhlungu sthandwa sami)
engik’ zwise zona (wololo)
engik’ zwise zona (wololo)
zikwenz’ ufun’ ukuhlukana nami
ukuhlukana nami

[chorus: mawelele]
oh dali buyekhaya (oh buya themba lami, oh buya themba lami)
oh dali buyekhaya (oh buya themba lami, oh buya themba lami)
buya themba lami (oh buya themba lami, oh buya themba lami)
ngiyakhumbula, oh yeah (buya)
oh dali buyekhaya (oh buya themba lami, oh buya themba lami)
no+no+no+no, no+no, yeah
(oh buya themba lami, oh buya themba lami)
oh buya, buya, buya, buya oh dali (oh buya themba lami, oh buya themba lami)
ngiyak+mbula (oh buya)
[verse 2: naledi aphiwe]
thina sihlale sixabana njalo sthandwa sami
sibuzana imbuzo engapheli
nam’ angisaziqondi ngimephi
nam’ angisaziboni ngik’thanda
ngoba namhlanje uthi uthanda mina
mase ksasa uthi uthanda lomunye
oh waah, hah+ah
ukuze ngibe ngcono hamba, hamba
hamba, hamba
hamba, hamba
hamba, hamba
uhambe kahle, sthandwa sami
ndlelanhle
ngik’fisela inhlanhla la uyakhona
uthando nokuthula

[verse 3: mawelele]
yeah
today i’m ridin’ on solo
abantu bas’jwayele sindawonye
dali, siza together as a combo
siza together as a combo
ngicela ungang’ lahli, my love
ngicela ungang’ lahli, my love
ngisakudinga dali
ngisakudinga dali
[chorus: mawelele]
oh dali buyekhaya (oh buya themba lami, oh buya themba lami)
oh dali buyekhaya (oh buya themba lami, oh buya themba lami)
buya themba lami (oh buya themba lami, oh buya themba lami)
ngiyakhumbula, oh yeah (buya)
oh dali buyekhaya (oh buya themba lami, oh buya themba lami)
no+no+no+no, no+no, yeah
(oh buya themba lami, oh buya themba lami)
oh buya, buya, buya, buya oh dali (oh buya themba lami, oh buya themba lami)
ngiyak+mbula (oh buya)

[outro: naledi aphiwe]
ukuze ngibe ngcono hamba, hamba
hamba, hamba
hamba, hamba
hamba, hamba
uhambe kahle, sthandwa sami
ndlelanhle
ngik’fisela inhlanhla la uyakhona
uthando nokuthula



Random Lyrics

HOT LYRICS

Loading...