
mlindo the vocalist - ancestors lyrics
[chorus]
ndlu ka senzangakhona vukani, musan’ ukulala
amakhehla ashis’ imphepho emsamu
izangoma zilahla amathambo zibhule
ndiyazazi ndisisoni mna
kodwa baba hai ndicel’ ungandilibali m’na
ndicel’ ungandilibali m’na
[verse 1]
kuyobanini umama ‘ami ehlupheka
kuyabanini abantwana besogola
indlu emnyama iphenduk’ inhlekisa umhlaba wonke
kuyobanini umama ‘ami ehlupheka
kuyabanini abantwana besogola, hai
indlu emnyama iphenduk’ inhlekis’ umhlaba wonke
kanti wena baba uphendula abanjani?
kanti wena baba uphendula abanjani?
umama uyanikela imihla yonke, imithandazo yakhe ayiphenduleki
amadlozi ngibone ngathi wona asilahle wona
andazi noma ubone ekhona, hai
amadlozi ngibone ngathi wona asilahle wona
andazi noma ubone ekhona
[chorus]
nihluka nisenza ngakhona vukani, musan’ ukulala
amakhehla ashis’ imphepho emsamu
izangoma zilahla amathambo zibhule
ndiyazazi ndisisoni mna
kodwa baba hai ndicel’ ungandilibali m’na
ndicel’ ungandilibali m’na
[outro]
yeeee, yeah!
shubebe, shubebe
baba hai siyashweleza
Random Lyrics
- peebee pacman - yonkos(peebee pacman x benzo)-banane lyrics
- dalex - na na na lyrics
- mondo marcio - cos'hai di nuovo? lyrics
- barış manço - delikanlı gibi lyrics
- waynebeat$ - enguia lyrics
- rasmus gozzi - full full full lyrics
- kid trunks - free smoke lyrics
- myriam abel - ain't nobody (acoustic version) lyrics
- shaquees - we fell off lyrics
- the dirty nil - evil side lyrics