
ncandweni christ ambassadors - kwelami ikhaya lyrics
kwelami lon’ikhaya
akusekho nhlupho khona
silibona ngamehl’enhliziyo
akusekho ukukhala khona
kunenjabulo yabangcwele
kwelami lon’ikhaya
akusekho nhlupho khona
silibona ngamehl’enhliziyo
akusekho ukukhala khona
kunenjabulo yabangcwele
izinhlupho zakulelizwe
azisoze zalinganiswa
nemiqhele esibekelwe yon’ekhaya
akusekho ukukhala khona
kunenjabulo yabangcwele
izinhlupho zakulelizwe
azisoze zalinganiswa
nenjabulo esibekelwe yon’ekhaya
akusekho ukukhala khona
kunenjabulo yabangcwele
akusekho ukukhala khona
kunenjabulo yabangcwele
uyamenywa nawe sihlobo sami
kulelokhaya lenjabulo
akusekho ukukhala khona
nenjabulo esibekelwe yon’ekhaya
akusekho ukukhala khona
kunenjabulo yabangcwele
akusekho ukukhala khona
kunenjabulo yabangcwele
uyamenywa nawe sihlobo sami
kulelokhaya lenjabulo
akusekho ukukhala khona
ngithi sula lezo nyembezi
ezigcwele amehlo akho
phakamisela amehlo akho kujehova
owenzile izulu nomhlaba
lapho usizo lwakho luvela khona
lapho usizo lwakho luvela khona
owenzile izulu nomhlaba
ngithi sula lezo nyembezi
ezigcwele amehlo akho
phakamisela amehlo akho kujehova
owenzile izulu nomhlaba
lapho usizo lwakho luvela khona
lapho usizo lwakho luvela khona
owenzile izulu nomhlaba
uyamenywa nawe sihlobo sami
kulelokhaya lenjabulo
akusekho ukukhala khona
Random Lyrics
- shagi - 35code35 lyrics
- asiannina - strepsils lyrics
- dadá joãozinho - as coisas (part. jadidi) lyrics
- gxrry - 32 shots lyrics
- lewisinadream - heaven's gate lyrics
- suki goth - magisches/chaos lyrics
- nanaupsidedown - glowing future lyrics
- suuns - witness protection lyrics
- leo alexander - set-up lyrics
- daddex - lone star lyrics