azlyrics.biz
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

nobuhle - phezulu lyrics

Loading...

[verse 1]
bheka phezulu
izibani zikhanye njalo
neshumi leminyaka ledlule
oko simile la
ingqond’iyakhathala
nhliziy’iyakhathala
selokhu simile la

[pre+chorus]
ngizobheka phezulu
ngihambe ijuba lami
ngizobheka phezulu
ngihambe ngingabhek’emuva
[chorus]
nom’izilingo zifika
zunqabe ngami
nom’ubumnyama bufika
ngikhanyisele
nom’izilingo zifika
zunqabe ngami
nom’ubumnyama bufika
ngikhanyisele

[verse 2]
nal’uthando
ngalushiy’emuva
ngabheka phambili
nom’indlela inzima
uthi usubabala
ungibale nami
ngandisele
ngandisele
ngandisele
kulokh’enginako
ngizobheka
ngizobheka phambili
seloku simile la

[pre+chorus]
ngizobheka phezulu
ngihambe ijuba lami
ngizobheka phezulu
ngihambe ngingabhek’emuva
[chorus]
nom’izilingo zifika
zunqabe ngami
nom’ubumnyama bufika
ngikhanyisele
nom’izilingo zifika
zunqabe ngami
nom’ubumnyama bufika
ngikhanyisele



Random Lyrics

HOT LYRICS

Loading...