nomfundo moh - bayavuya lyrics
[chorus]
ngenza ngenze bese ngiyazibuza
“bavuyil’ abazali na?”
“bavuyile abazali?”
[verse 1]
sizam’ im’sebenzi, sihlala kude namakhaya
akukh’ es’ngakwenzi, k+mele ajabule umama
uyangithwala, uyangeseka
imikhuleko yakhe yona iyangihlenga
[pre+chorus]
ngenza ngenze bese ngiyazibuza
“bavuyil’ abazali na?”
“bavuyile abazali?”
[chorus]
baya+vuya? vuya?
baya+vuya? vuya
baya+vuya? vuya?
baya+vuya? vuya
[verse 2]
ohambweni lwakho mhlobo wam’, ubobuy’ ume
uqalaze abazali ngabe bajabule ngawe?
ngisho ngoba kulul’ ukuphambuka
uth’ usahamba ngakho kant’ uyaduka
phela imv’edukile iyafunwa
njengomelusi umzal’ uyokulusa
[pre+chorus]
ngenza ngenze bese ngiyazibuza (ngizibuze ngawе)
“bavuyil’ abazali na?”
“bavuyile abazali?” (bayaziqhenya ngawe)
[chorus]
baya+vuya? vuya? (bayaziqhеnya ngawe)
baya+vuya? vuya (zibuze mngani wami)
baya+vuya? vuya? (bayavuya na?)
baya+vuya? vuya? (bayavuya na?)
[refrain]
ooh yeah
ooh yeah
tada+ta+ta+ta+tadata
ooh yeah
ooh yeah
tada+ta+ta+ta+tadata
[pre+chorus]
ngenza ngenze bese ngiyazibuza (ngiyazibuza)
“bavuyil’ abazali na?”
“bavuyile abazali?” (bajabulile?)
[chorus]
baya+vuya? vuya? (bajabulile?)
baya+vuya? vuya (bayaziqhenya ngawe)
baya+vuya? vuya? (bayaziqhenya ngawe)
baya+vuya? vuya
[pre+chorus]
ngenza ngenze bese ngiyazibuza
“bavuyil’ abazali na?”
“bavuyile abazali?”
[chorus]
baya+vuya? vuya? (bona bayavuya)
baya+vuya (bayavuya)? vuya (bayavuya)
baya+vuya? vuya (bajabulile na)
baya+vuya? vuya?
Random Lyrics