nomfundo moh - ilifa lyrics
[intro]
(yeah, you know it)
[verse 1]
zigadle zeph+ka kobaba
kodwa kusefana , not yet uhuru
soth’ umlilo nabafana (bafana bakithi)
sidingida lolu daba
ithiwani inhlupheko engaka ekhaya? (nhlupheko engaka)
nakhu sifa indlala
asambe siye emadolobheni (emadolobheni)
mhlawumbe zingasulw’ izinyembezi zethu (zeminyaka yeh)
[chorus]
lifa, lifa lesithutha
lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
khaliphile, heh ayy
lifa, lifa lesithutha
lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
khaliphile, heh ayy
lifa, lifa lesithutha
lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
khaliphile, heh ayy
lifa, lifa lesithutha
lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
khaliphile, heh ayy
[verse 2]
ngcebo yethu ikuphi na?
ngicela nisibuyisele (buysele)
umaguya usebenzele
thina bantwana bakhe
kant’ abanye mebemlinde athule du (athule du)
badl’ amandla nezithukuthuku
kunini ef+kuz’ ubaba weth’ ufuze
abase kakhulu basphuca konke usab’ umndeni (eshe)
usab’ umndeni
isith’ esikhulu esegazi
ngizothi ngan’xwayisa nangangizwa
[chorus]
lifa, lifa lesithutha
lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
khaliphile, heh ayy
lifa, lifa lesithutha
lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
khaliphile, heh ayy
lifa, lifa lesithutha
lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
khaliphile, heh ayy
lifa, lifa lesithutha
lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
khaliphile, heh ayy
Random Lyrics
- trippie boi - all my friends are dead lyrics
- 矢野顕子 (akiko yano) - ト・キ・メ・キ (to・ki・me・ki) lyrics
- web4ex - t.a.t.u lyrics
- wekko - jake paul lyrics
- tony flawless - ragtag suicide lyrics
- sam ryder - fought & lost lyrics
- nevika (невика) - любоў (love) lyrics
- james bks - kusema lyrics
- anton zaslavsky - oui lyrics
- mac-d dropz - life shadows freestyle lyrics