nomfundo moh - nanini lyrics
[chorus]
sithandwa sam’, ngifuna wena (lovie wami)
eduze kwam (bamb’ isandla sam)
zungangishiyi nanini na, nanini na
sithandwa sam’, ngifuna wena (lovie wami)
eduze kwam (bamb’ isandla sam)
zungangishiyi nanini na, nanini na
[post+chorus]
akha khona la
hlal’ ukhululek’, ukhululek’, ukhululeke
(hlala khona la)
nhliziyo ilinxiwa lakho
vel’ unethezeke (bamb’ isandla sami)
zungangishiyi nanini na, nanini na
akha khona la
hlal’ ukhululek’, ukhululek’, ukhululeke
(hlala khona la)
nhliziyo ilinxiwa lakho
vel’ unethezeke (bamb’ isandla sami)
zungangishiyi nanini na, nanini na
[verse 1: nomfundo moh]
ngibon’ umhlab’ umile
mawngekho ang’ncumile
ngawe ngjabulile
nedlozi livumile
mina ngizobekezela, bekezela
indlela inameva kepha sizophumelela
kuwe ngizothembeka
asisekh’ isizathu sokbuyel’ emva
[chorus]
sithandwa sam’, ngifuna wena (lovie wami)
eduze kwam (bamb’ isandla sam)
zungangishiyi nanini na, nanini na
sithandwa sam’, ngifuna wena (lovie wami)
eduze kwam (bamb’ isandla sam)
zungangishiyi nanini na, nanini na
[post+chorus]
akha khona la
hlal’ ukhululek’, ukhululek’, ukhululeke
(hlala khona la)
nhliziyo ilinxiwa lakho
vel’ unethezeke (bamb’ isandla sami)
zungangishiyi nanini na, nanini na
akha khona la
hlal’ ukhululek’, ukhululek’, ukhululeke
(hlala khona la)
nhliziyo ilinxiwa lakho
vel’ unethezeke (bamb’ isandla sami)
zungangishiyi nanini na, nanini na
[verse 2: simmy]
nom’ ingqondo ingaphika
ngoba kuningi kwenzekile
kodwa inhliziyo yona eyakho
oh nedlozi livumile
bengicela wen’ ubekezel’, ubekezele (ooh)
nendlela inameva kepha sizophumelela
kuwe ngizothembeka
asisekh’ isizathu sokbuyel’ emva
[chorus]
sithandwa sam’, ngifuna wena (lovie wami)
eduze kwam (bamb’ isandla sam)
zungangishiyi nanini na, nanini na
sithandwa sam’, ngifuna wena (lovie wami)
eduze kwam (bamb’ isandla sam)
zungangishiyi nanini na, nanini na
[post+chorus]
akha khona la
hlal’ ukhululek’, ukhululek’, ukhululeke
(hlala khona la)
nhliziyo ilinxiwa lakho
vel’ unethezeke (bamb’ isandla sami)
zungangishiyi nanini na, nanini na
akha khona la
hlal’ ukhululek’, ukhululek’, ukhululeke
(hlala khona la)
nhliziyo ilinxiwa lakho
vel’ unethezeke (bamb’ isandla sami)
zungangishiyi nanini na, nanini na
Random Lyrics
- malcolm west - emojis lyrics
- lyrical commission - hell’s basement (intro) lyrics
- чёрный блеск (chorni blesk) - my whole neighborhood lyrics
- svarttjern - blessed flesh lyrics
- spacific brown - the vision lyrics
- vlady [pr] - sombras me persiguen lyrics
- deelee s - anyway lyrics
- yfe 1oo - boqié (speef in spanish) lyrics
- poe leos - nobody got it lyrics
- co13 - goose on my hat lyrics