
sbahle - bhala mabhalane lyrics
[intro: sbahle]
ngabe uzongbiza na (ngabe uzongbiza na)
mhla ulanda ibandla lakho emhlabeni?
ngabe uzongizwa nam’ (ngabe uzongizwa nam’)
mhla ulanda ibandla lakho, labangcwele?
[chorus: sbahle]
bhala mabhalane uzungibhale nami (ngibe khona nam’)
oh bhala mabhalane uzungibhale nami (ngibe khona nam’)
ngibe khona nami, ah
ngibe khona nam’, ooh yeah (oh)
ngibe khona nami, ah
ngibe khona nam’, ooh yeah (oh)
[verse 1: amahle]
nom’ izimo zingehlul’ empilweni (ngibe khona nami)
noma kwesinda kwehlela emhlabeni, ngibe khona nami
cel’ungikhanyisele baba namkwiyndlela zami
cel’ung’ hawukele baba (cel’ung’ hawukele baba)
cel’ungikhanyiselе baba namkwiyndlela zami
cel’ung’ hawukelе baba (cel’ung’ hawukele baba)
[chorus: sbahle]
bhala mabhalane uzungibhale nami (ngibe khona nam’)
oh bhala mabhalane uzungibhale nami (ngibe khona nam’)
ngibe khona nami, ah
ngibe khona nam’, ooh yeah (oh)
ngibe khona nami, ah
ngibe khona nam’, ooh yeah (oh)
[verse 2: sbahle]
bamb’ isandla sami mdali (ah)
noma ngihamb’ ogwadule
indlela zami zimnyama
wen’ uyang’phakamisa, bengicindezela
baba uhlale unami
wen’ uyang’ phakamisa, bengimonazela
wena uhlala ukhona
[chorus: sbahle]
bhala mabhalane uzungibhale nami (ngibe khona nam’)
oh bhala mabhalane uzungibhale nami (ngibe khona nam’)
ngibe khona nami, ah
ngibe khona nam’, ooh yeah (oh)
ngibe khona nami, ah
ngibe khona nam’, ooh yeah (oh)
[outro: sbahle]
ngabe uzongbiza na (ngabe uzongbiza na)
mhla ulanda ibandla lakho emhlabeni?
ngabe uzongizwa nam’ (ngabe uzongizwa nam’)
mhla ulanda ibandla lakho, labangcwele?
bhala mabhalane uzungibhale nami
bhala mabhalane uzungibhale nami
Random Lyrics
- odumodublvck - adamma beke lyrics
- nada topčagić - ako mi srce prepukne lyrics
- shadows xoxo - arctic lunarset lyrics
- rationale. (usa) - market scheme lyrics
- shinta arsinta - pelanggaran lyrics
- flux pavilion - pull the trigger (ashur remix) lyrics
- drake - amen lyrics
- cara (ita) - zeetta lyrics
- pussiboiz - frågetecken lyrics
- prong - who told me lyrics