simmy - lashona ilanga lyrics
[verse 1]
wavele, wavele
wavele wahamba
hawu, wavala nom’nyango ungabuzanga lutho
ngicel’ ukuchaza
akusis’ isithombe ocabang’ us’bonile
[pre-chorus]
nakhu ngaliwa bo
hawu ngaliwa bo
ngafel’ ubala
nakhu ngaliwa bo
hawu ngaliwa bo
ngafel’ ubala
[chorus]
lashon’ ilanga
lashon’ ilanga, ngibhekana nawe
lashon’ ilanga
lashon’ ilanga, ngigcingana nawe
lashon’ ilanga
lashon’ ilanga, ngibhekana nawe
lashon’ ilanga
lashon’ ilanga, ngigcingana nawe
[bridge]
ngigcingana nawe
ngigcingana nawe
wavele, wavele
[verse 2]
wavele, wavele
wavele w-ng’lahla
namanje ngisahleli ngithi uzobuya
ngicela uxolo
noma nging-yazi nento engiyenzileyo
[pre-chorus]
nakhu ngaliwa bo
hawu ngaliwa bo
ngafel’ ubala
nakhu ngaliwa bo
hawu ngaliwa bo
ngafel’ ubala
[chorus]
lashon’ ilanga
lashon’ ilanga, ngibhekana nawe
lashon’ ilanga
lashon’ ilanga, ngigcingana nawe
lashon’ ilanga
lashon’ ilanga, ngibhekana nawe
lashon’ ilanga
lashon’ ilanga, ngigcingana nawe
Random Lyrics
- siphan - irrelevant lyrics
- wale - the god smile lyrics
- atl - c4 lyrics
- electric light orchestra - one day lyrics
- lvca - aprile non è un verbo lyrics
- tfemi - litty party lyrics
- zmelkoow - 10 ur lyrics
- k-os - equalizer (go! remix) lyrics
- kay_uzi - i am not a rapper pt 1 lyrics
- fresh moss - deuce biggalo lyrics