
sjava - luhle ngani lyrics
[chorus]
luhle ngani uthando lwakho kimi?
manging+yazi imfudumalo yalo
muhle ngani umzimba wakho kimi?
uma lingcolile ingaphakathi lakho
luhle ngani uthando lwakho kimi?
manging+yazi imfudumalo yalo
muhle ngani umzimba wakho kimi?
uma lingcolile ingaphakathi lakho
[verse 1]
ngaphandle uyibhodw’, edlela bonk’abasweleyo
mina mbulawa yindlala
kwabany’uwumthombo, mthombo
mina mbulawa wukoma
abawuval’umlomo bebabaz’moya wakho bethuyingilosi
kodwa kim’uyis’hogo
malini lothando lwakho ngivele ngil’khokhele?
nngoba ng’yabona ukung’thand’ itoho
[chorus]
luhle ngani uthando lwakho kimi?
manging+yazi imfudumalo yalo
muhle ngani umzimba wakho kimi?
uma lingcolile ingaphakathi lakho
luhle ngani uthando lwakho kimi?
manging+yazi imfudumalo yalo
muhle ngani umzimba wakho kimi?
uma lingcolile ingaphakathi lakho
[verse 2]
kungani, ung’fihlel’ uthando lwakho? ngcel’ uluveze
ng’the ingabe kungani, ung’fihlel’ imizwa yakho? ngcel’ uyiveze
uhamb’ uhlakula amasimu amanye amadoda eyakho igcwel’ ukhula
iyanetha indlu yegagu
uhamb’ ufulela eminye imizi yamanye amadoda ubhidlika owakho
iyanеtha indlu yegagu
[chorus]
luhle ngani uthando lwakho kimi?
manging+yazi imfudumalo yalo
muhle ngani umzimba wakho kimi?
uma lingcolilе ingaphakathi lakho
luhle ngani uthando lwakho kimi?
manging+yazi imfudumalo yalo
muhle ngani umzimba wakho kimi?
uma lingcolile ingaphakathi lakho
Random Lyrics
- grouptherapy. (collective) - light day cypher (feat. koi, jadagrace, & tjw) lyrics
- jody lo - exotic lyrics
- terrian - wake up lyrics
- the sand flowers - poltangan kemayoran lyrics
- birds on a wire - voglio una casa lyrics
- jerry garcia & merl saunders - after midnight lyrics
- kalee hoàng - còn yêu hãy về với nhau lyrics
- galdston & thom - savannah sunny sunday lyrics
- chael blinya - reckers lyrics
- ege zulu - friday lyrics