azlyrics.biz
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

soul brothers (zaf) - ushela umkami lyrics

Loading...

mngani wami
bengingaz’ukuth’uyangizonda
mngani wami
bengingaz’ukuth’awungithandi
wenz’ingath’uyangithanda
kant’ushel’umkami
wenz’ingath’uyangithanda
kant’ushel’umkami
wenz’ingath’uyangithanda
kant’ungithandel’umkami
yini lent’oyenza kimi
ngikuthembile mngani wami?
yini lent’oyenza kimi
ngikuthembile mngani wami?
wenz’ingath’uyangithanda
kant’ushel’umkami
wenz’ingath’uyangithanda
kant’ushel’umkami
wenz’ingath’uyangithanda
kant’ungithandel’umkami
mngani wami
bengingaz’ukuth’uyangizonda
mngani wami
bengingaz’ukuth’awungithandi
wenz’ingath’uyangithanda
kant’ushel’umkami
wenz’ingath’uyangithanda
kant’ushel’umkami
wenz’ingath’uyangithanda
kant’ungithandel’umkami
yini lent’oyenza kimi
ngikuthembile mngani wami?
yini lent’oyenza kimi
ngikuthembile mngani wami?



Random Lyrics

HOT LYRICS

Loading...