s’villa - imali yam' lyrics
[chorus]
awu we sbal’ uyang’kolota
ng’fun’ imali yam’ we ndoda
sbal’ uyang’kolota
sekukudala awusaphenduli nefoni
awu we sbal’ uyang’kolota
ng’fun’ imali yam’ we ndoda
sbal’ uyang’kolota
ng’fun’ isheke lam’ we ndoda
awu we sbal’ uyang’kolota
ng’fun’ imali yam’ we ndoda
sbal’ uyang’kolota
sekukudala awusaphenduli nefoni
awu we sbal’ uyang’kolota
ng’fun’ imali yam’ we ndoda
sbal’ uyang’kolota
ng’fun’ isheke lam’ we ndoda
[verse]
ngizwa bath’ utheng’ umuzi omusha
ngizwa bath’ uthenge ne+iphone entsha
bath’ uphuz’ utshwal’ obubizayo
mjita kodwa lento oyenzay’ibizwani?
[refrain]
sekukaningi kaningi kaningi kaningi (ng’fun’ imali yami we sbali)
sekukaningi kaningi kaningi kaningi (aw libambe lingashoni we sbali)
sekukaningi kaningi kaningi kaningi (ng’fun’ imali yami we sbali)
sekukaningi kaningi kaningi kaningi (aw libambe lingashoni we sbali)
[chorus]
awu we sbal’ uyang’kolota
ng’fun’ imali yam’ we ndoda
sbal’ uyang’kolota
sekukudala awusaphenduli nеfoni
awu we sbal’ uyang’kolota
ng’fun’ imali yam’ we ndoda
sbal’ uyang’kolota
ng’fun’ ishekе lam’ we ndoda
awu we sbal’ uyang’kolota
ng’fun’ imali yam’ we ndoda
sbal’ uyang’kolota
sekukudala awusaphenduli nefoni
awu we sbal’ uyang’kolota
ng’fun’ imali yam’ we ndoda
sbal’ uyang’kolota
ng’fun’ isheke lam’ we ndoda
[bridge]
aw qoqo+qoqo, ngicel’uvule uphume s’khulume
qoqo+qoqo, bhut’ angilwi ng’fun’ into yam yok’thenga

Random Lyrics
- вульф (vulf) - раньше было лучше (it used to be better) lyrics
- houndstooth (band) - thunder runner lyrics
- sevi rin - listardo lyrics
- tense machine - pieces lyrics
- bare infinity - artemis lyrics
- t. chandy - keep it going lyrics
- buppy. - open my letter lyrics
- daniele vino - carezze lyrics
- sam dew - (rap sh*t) lyrics
- willie nelson - nice work if you can get it lyrics