azlyrics.biz
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

tariq bravo - bathin laba lyrics

Loading...

hook
we bathin laba (bathini bathin)
we bathin laba (bathin laba)
we bathin laba ( bathin bathin)
we bathin laba (bathin laba)

verse 1
bathi ngutariq bravo igama lakhe umrapper ononhlonzi/
bathi he was born here igazi lakhe ngelamakhosi/
nguyena owaya ezwelikude wabatshengisa ingozi
bathi libhubesi leli abanye bathi lihlosi
abanye bathi akusumuntu bathi ngutikoloshi

bamgcwele elokshini angithi uliphethe iflag lekasi
bathi akapretendi yena imission kusase yiyo namanje
abazi uphumaphi bathi ngowasemzansi
abanye bathi ngowemagwegwe uphuma phansi khona ekasi

udope yena amaverse akhe antswempu umfana yinkinga
ma eshaya amaline awhack uyabe econfuser isitha
abamzondayo mabemhleba abazi bamkhuphulela izinga
malidropha ibhubesi kuzwakala imkholongwane yezinja

uzozwa bethi utariq yimpintshi yami ngimazi kahle lobaba
yisgebengu sami ke lesiya aszwani namapholisa imbala
mina ngimazi saseskolwen bengijola naye and bengimthanda
wonke umuntu uclaimer ukumazi asazi bazini

(back to hook)

verse 2
bathi ulitsotsi umbona enjena akathembeki lo/
ucasha ma elemali ingaphela yikho ombona khona/
akalaplani ngelife ulacker ifocus utshwala uyabukhonza/
uyisiboto selokshini uzomthola emakhoneni ebuhlohla/

bathi ngemusic uyafosta akaladola kumaraps uyaclaimer/
freshness yamasimba akagezi uswele ongamshiyela isepa/
engomeni zakhe uhlala ethi uphethe amashisa ulilema/
ulamanga uyaskomora aso type zokuqonywa bheka/

udom akanaflow uwhack ubamba inkani mabemtshela/
bathi ulivila ilyric alikho uyabhalelwa/
uyahwabha kumabeat akazwakali uyaheba/
bayampraiser ephuma ebooth esengekho bayamhleka/

bathi waluza kuma cypher wakhamisa/
abanye bathi wagcwaliselwa ngufloppy kwayangisa/
bathi akulandoda enje umfana yislima/
bathi ligwala kelo isphukuphuku sokucina/

(back to hook)



Random Lyrics

HOT LYRICS

Loading...