
thando zide - ziveze lyrics
[verse 1]
afraid to show me you? ng’zofun’ukuk’buza futhi kanti bayenzeni
intliziyo yomunt’wami?
(bakwenzeni
munt’wami?)
nomawakho akasayiboni
ingane yakhe la kuwe baby kuthiwa ubungeyona lentlobo yomuntu
[choru]
ziveze njalo kimi nje
ukhuselekile njalo nje
ziveze ziveze
ziveze njalo kimi nje
ukhuselekile njalo nje
ziveze ziveze
[verse 2]
ey ngoba thando
ngibona nendlel’ongakwazi ukung’tshela uyang’thanda (uyang’thanda)
ng’zocela ukuthi sihlukane
uthathe leli thuba
ukuzi pholis’intliziyo
baningi abazithola belimazeka
ngenxa yabantu
‘muntu azitshеle ukuthi yena
uzokwenza inganе yabantu
into yok’dlala
uzong’xolela angeke ngikwazi
ukfela othandweni ngenxa yakho
uzong’xolela angeke ngikwazi
uk’fela othandweni ngenxa yakho
uzong’xolela angeke ngikwazi
uk’fela othandweni ngenxa yakho
[chorus]
ziveze njalo kimi nje
ukhuselekile njalo nje
ziveze ziveze
ziveze njalo kimi nje
ukhuselekile njalo nje
ziveze ziveze
Random Lyrics
- plaqueboymax - how to jerk* lyrics
- ralfs eilands - funny faces lyrics
- danny ray (uk) - i regret everything lyrics
- meme - freak for jesus lyrics
- maddy byrnes - evil eye lyrics
- ana ana - da si nekad samo znao lyrics
- lebasi ft. kelson most wanted - fully lyrics
- feet - i'm wrong lyrics
- michael bolton - soul provider (soul to soul 12" remix) lyrics
- rachel susan mcadams - argue lyrics