
vusa mkhaya - abalalanga lyrics
[chorus]
abalalanga abalalanga
abalalanga bahamb’ ebusuku
abalalanga
abalalanga abalalanga
abalalanga bahamb’ ebusuku
abalalanga
[verse 1]
soneni baba
sadubeka thina
isizwe esihle kangaka
senzeni mdali wami
abantwana behamb’ ebusuku
belala bengadlile
kubuhlungu nkosi yami
[chorus]
abalalanga
abalalanga abalalanga
abalalanga bahamb’ ebusuku
abalalanga
abalalanga abalalanga
abalalanga bahamb’ ebusuku
abalalanga
[verse 2]
mina ngikhalel’ izingane
ezingazi lutho
zona zifelani baba
awu nkulunkulu wami
nkulunkulu somandla
ngenela baba
hawu sadubeka thina
sadubeka baba
[chorus]
abalalanga abalalanga
abalalanga bahamb’ ebusuku
abalalanga
abalalanga abalalanga
abalalanga bahamb’ ebusuku
abalalanga
[verse 3]
sifun’ukubuyela
siyolungisa imizi yabobaba
nceda nkosi yami
nceda mdali wami
abazali bethu
abalal’ ebusuku
bekhumbula izingani
ezaduka lamazwe wonke
[chorus]
abalalanga abalalanga
abalalanga bahamb’ ebusuku
abalalanga
abalalanga abalalanga
abalalanga bahamb’ ebusuku
abalalanga
Random Lyrics
- ajy - if i fall again lyrics
- edyn (usa) - outside lyrics
- vusa mkhaya - umakoti lyrics
- chronic law & cjthechemist - ny girls lyrics
- hensonn - frequency lyrics
- шесть часов (shest' chasov) - цирк (circus) lyrics
- twisted minds theater - mistah j lyrics
- off jumpol & gun atthaphan - what's zabb lyrics
- shellem cline - gravel gospel lyrics
- lost magic - strictly for the birds lyrics