
vusa mkhaya - manyanyatha lyrics
[verse 1]
mina ngikhul’ emakhaya lena
babengibiza umanyanyatha
bathi kwakukhal’ ingoma
ngigiye kuze kuse
bathi kwakukhal’ ingoma
ngijanqule njengethole mama
umalumami roger mabhena
kwakuthi makukhal’ ingoma
angimemeze athi
[chorus]
dlala dlala manyanyatha
dlala manyanyatha
dlala dlala mntaka dadewethu
dlala dlala manyanyatha
dlala manyanyatha
dlala dlala mntaka dadewethu
dlala manyanyatha
[verse 2]
ngiyamkhumbula uthembeya wami
ngiyakhumbula sitshengisiwe mabhena
ngiyamkhumbula uangelina ndlovu
ngiyamkhumbula mama madube
[chorus]
dlala dlala manyanyatha
dlala manyanyatha
dlala dlala mntaka dadewethu
[verse 3]
mina ngikhul’ emakhaya lena
babengibiza umanyanyatha
bathi kwakukhala ingoma
ngigiye kuze kuse
bathi kwakukhal’ ingoma
ngijanqule njengethole mama
umalumami roger mabena
kwakuthi kukhal’ ingoma
angimemezе athi
[chorus]
dlala dlala manyanyatha
dlala manyanyatha
dlala dlala mntaka dadewethu
dlala manyanyatha
dlala dlala manyanyatha
dlala dlala mntaka dadewеthu
[verse 4]
ngiyamkhumbula uthembeya wami
ngiyakhumbula sitshengisiwe mabena
ngiyamkhumbula uangelina ndlovu
ngiyakhumbula mama madube
[chorus]
dlala dlala manyanyatha
dlala manyanyatha
dlala dlala mntaka dadewethu
dlala manyanyatha
dlala dlala manyanyatha
dlala manyanyatha
dlala dlala mntaka dadewethu
Random Lyrics
- surfer girl - faces lyrics
- cody fry - a little more (acoustic sessions) lyrics
- sevelin - glaza lyrics
- st. pedro - la pistola lyrics
- trippie redd - lil shine lyrics
- breez kennedy - university girl lyrics
- maria jimenez - canción de amor nº 2 lyrics
- rocío dúrcal - qué va a ser de mi lyrics
- ourown (rou) - ##stiluunou lyrics
- gaffel - e.p.a lyrics