azlyrics.biz
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

andile ka majola – uthando lwakho lyrics

Loading...

uthando lwakho luyangegama
lungicoba amathambo ngiphele nya
ungiyengile ngayengeka

ngisothandweni moyogcwele

ngiyaligaxa lolucu moyogcwele
aw ngiyakuthanda ngehliziyo yami yonke
uyisithandwa somphefumlo wami
ngisothandweni moyogcwele

ngisothandweni
ngisothandweni
ngisothandweni moyogcwele
ungilindile, ngahluleka
ngisothandweni ngunaphakade

uthando lwakho luyangegama
lungicob’ amathambo ngiphele nya
ungiyengile ngayengeka
ngisothandweni moyogcwele

ngisothandweni
ngisothandweni
ngisothandweni moyogcwele
ungilindile, ngahluleka
ngisothandweni ngunaphakade