bekezela lyrics lyrics
he ntombi yami we
mus’ ukukhala ngilinde ndiyabuya wewewewe
bekezela ngilinde ntombi yami
ngilinde ngiyabuya dali wami
bekezela ngilinde ntombi yami
ngilinde ngiyabuya dali wami
shova malanga makuphele unyaka
ngibone isthandwa sami
sthandwa sami engakudcina kudala
sthandwa sami ngiyakukhumbula
shova malanga makuphele unyaka
ngibone isthandwa sami
sthandwa sami engakudcina kudala
sthandwa sami ngiyakukhumbula
bekezela ngilinde ntombi yami
ngilinde ngiyabuya dali wami
bekezela ngilinde ntombi yami
ngilinde ngiyabuya dali wami
shova malanga makuphele unyaka
ngibone isthandwa sami
sthandwa sami engakudcina kudala
sthandwa sami ngiyakukhumbula
shova malanga makuphele unyaka
ngibone isthandwa sami
sthandwa sami engakudcina kudala
sthandwa sami ngiyakukhumbula
uma ungekho la eduze nami
isikhathi ngathi asihambi
izinto ngathi azenzeki
uma ungekho la eduze nami
isikhathi ngathi asihambi
izinto ngathi azenzeki
shiya oooo
bekezela ngilinde ntombi yami
ngilinde ngiyabuya dali wami
bekezela ngilinde ntombi yami
ngilinde ngiyabuya dali wami
ngithemba ukhathele
ukuhlala ugijima engqondweni yami
mangikhumbul’ ubusuku lemini
ngicabanga ngawe njalo nje
ngithemba ukhathele
ukuhlala ugijima engqondweni yami
mangikhumbul’ ubusuku lemini
ngicabanga ngawe njalo nje
oh uthixo kusihlwa leli langa
lapho ewel’ ezandleni zami njalo
nguwe kuphela owaziyo
uzomenzani umntana bantu
uzomenzani umntana bantu
uzomenzani umntana bantu
uzomenzani umntana bantu
uzomenzani umntana bantu (zomenzani umntana bantu)
uzomenzani umntana bantu (zomenzani umntana bantu)
shiya oh oh (zomenzani umntana bantu)
shiya wewewe (zomenzani umntana bantu)
sizo jabulelana kanjani (zomenzani umntana bantu)
sizo jabulelana kanjani (zomenzani umntana bantu)
(zomenzani umntana bantu)
we we we (zomenzani umntana bantu)
bekezela ngilinde ntombi yami
ngilinde ngiyabuya dali wami
shiya oh(bekezela)
shiya we (ngilinde ntombi yam)
shiya oh (ngilinde)
shiya we (ngiyabuya dali wami)
shiya ma ma ma (bekezela)
shiya wele le le le (ngilinde ntombi yam)
shiya oh ohoh (ngilinde)
shiya ma ma ma (ngiyabuya dali wami)
shiya wele le le (bekezela ngilinde ntombi yami)
ngilinde ngiyabuya dali wami
Random Lyrics
- mc poze do rodo – me sinto abençoado lyrics
- travis thompson – nikes lyrics
- xbaddest – pick up your phone lyrics
- mexicano 777 – estan sonando los velorios lyrics
- yanekirachestno – молодой мерин (хит 2021!!!!!!) (young benz) lyrics
- timezones – hold my hand lyrics
- logan hughes (shadow logan show) – goodbye (studio demo) lyrics
- antwerp couture – dungeon lyrics
- purple disco machine – rise (edit) lyrics
- sadzilla & rainingonroses – industry child lyrics