bhut’ khathaza – nguwe lyrics
[verse1]
ukukhala ak’sizi
kulomhlaba isiphithiphithi
ngizo phumelela noma bangathini
isikhathi aiii asikho
ngihamba ngo thando
angifuni inzondo
angifuni inzondo
intlonipho ngiphila ng+yo
ukulalela yinto eng’nayo
ngizwile bekhuluma angina ndaba
ngizwile bekhuluma mina ngibheke k’sasa
akekho umuntu o ncono
akekho umuntu o ncono
[pre+chorus]x2
ngihambile, ngibonile
ngihambile, ngibonile
angifuni uthando lwakho
angifuni uthando lwakho
[chorus]x4
nguwe, nguwe, nguwe, nguwe, nguwe ehh
angifuni thando lwakho
angifuni thando lwakho
[verse2]
impilo iya banda
noma unga khala
lomhlaba auna zwelo
lomhlaba auna zwelo
vula amhleko wakho
vula intliziyo yakho
yekela umculo uk’size
yekela umculo uk’size
[chorus]x4
nguwe, nguwe, nguwe, nguwe, nguwe ehh
angifuni thando lwakho
angifuni thando lwakho
Random Lyrics
- nks – talented lyrics
- parcels – reflex (live from le palace, paris) lyrics
- elephant jake – goodness to honest lyrics
- tiny boost – the ctrl room lyrics
- sumther – change lyrics
- jetsweep30 – last summer lyrics
- pit baccardi – j’en veux au monde lyrics
- slayeur slace – tatakae lyrics
- pavolia reine – sip some tea lyrics
- almighty fiji – intoxication lyrics