azlyrics.biz
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

gney – uthando lababili lyrics

Loading...

loluthando lababili alusuk’faka owes’thathu nowes’hlanu
oh mina ngithanda wena
nawe uthanda mina
oh bayekele bekhulume kabi, akuzushintsha uthando
oh mina ngithanda wena
nawe uthanda mina

eyababili ayingenwa nawumngani eyababili
eyababili ayingenwa nawumamezala ekhaya

ngoba abazukuthi sixoxa sithini nawe
ngoba abazukuthi sithintana kanjani

loluthando lababili alusuk’faka owes’thathu nowes’hlanu
oh mina ngithanda wena
nawe uthanda mina
oh bayekele bekhulume kabi, akuzushintsha uthando
oh mina ngithanda wena
nawe uthanda mina

ungabalaleli bazok’tshela lokhu, bek’tshele lokh’ya
mzala ung+yingeni ngoba kusasa kuzobe kungafani

ngoba abazukuthi sixoxa sithini nawe
ngoba abazukuthi sithintana kanjani
loluthando lababili alusuk’faka owes’thathu nowes’hlanu
oh mina ngithanda wena
nawe uthanda mina
oh bayekele bekhulume kabi, akuzushintsha uthando
oh mina ngithanda wena
nawe uthanda mina

(loluthando lababili alusuk’faka owes’thathu)
oh mina ngithanda wena
nawe uthanda mina
oh bayekele bekhulume kabi, akuzushintsha uthando
mina ngithanda wena
nawe uthanda mina

Random Lyrics

HOT LYRICS

Loading...