hood legend[gunz] – dedication lyrics
[verse 1]
okay ngavuka lobrother ubongani siqonda kuyona ithekwini
yistudio esise kasi sigcwele abantu njalo sicheapile
safika singabokuqala sangena iverse lahlikihlwa
kwakhala uproducer ngecontent ethuza ilyric
sagxila okwesotsha kwibeat sishoter iverse ifilm
ngingazi ukuthi ngakokucina umfethu isikhathi sona sifikile
“sho majimbos l think isikhathi sona sesiphelile”
uproducer esitsho saphuma sibona indlela yebf
sisendleni kwathutsha imota emuva ithelile
ngajampela eceleni angizange ngimbone yena esidini
ngazwa ngithwеla ngamanzi ngabheka mbona ethareni
umfеthu ulele phansi igazi ligcwele lona esiphaqeni
ngakhipha ngamandla ngimkhala ngimdonsela eceleni
vuka bongani ngeke ungitshiye njalo mfowethu
ngadidana umqondo kwaze kwaphela amathe emlonyeni
inhliziyo ithule nanko mina ngilozer umfowethu
[chorus]
mngane wami
mngane wami
ngikhumbula umngane wami x2
[verse 2[
i started afresh angizange ngithathe itrack ethekwini
lanamhlanje bafethu likhona lihlale eshelfini
wayembiza legend esithi ngizokhula egamini
ngilala ngingalele ntambama mihla lemini
ngoba ngiphusha iphupho lethu mina ngizofela empini
ngiyakhumbula mfowethu ngamabala uthela imagic
he was the fire mina ibeat ngithwele umantshisi
sakhula sonke okwengoma sihlala vele siphikisa
mfethu ngenzenjani ungasekho ngibheke umpikitsha
ngizokhipha ialbum elintsha ungekho sibone iquality
ukutshinga akusizi sok+mele mina ngipusher ivision
njengo hit man ngalala mina kuphela imission
nkabi yami ibizo uhood ungipha ulegend
bangibheka njani itrack eliza lithwele umlayezo
uyambona ulazaro vele ngamkhuza kazange amamele
ngakhipha ui tried mina sengizama ukupusher imessage
angizange ngadlala ngoba irent idue ngemonthend
ngithanda ukubonga abantu abangiphushe ngiqala ekuqaleni
ubhudasi ekasi w+ngizama ukuze ngikhanye emhlabeni
ngiyabonga mr mario ngechance ongiphe ekuqaleni
[chorus]
mngane wami
mngane wami
ngikhumbula umngane wami x2
Random Lyrics
- jourdan brothern – forever young lyrics
- jitterclick – infinity 888 rmx lyrics
- gab (gr) – 1312 lyrics
- g. soul – love me again lyrics
- grup vitamin – rap beni ramizem (part 2) lyrics
- kid closure – finna lyrics
- abysmal grief – the gaze of the owl lyrics
- nadina (nadina zarifeh) – let this go lyrics
- grše – highlife lyrics
- ntl – интро (intro 1) lyrics