inkosi yamagcokama – first class lyrics
cha, bo, bo
cha, bo, bo
cha, bo, bo
maye langehlula uthando
langehlula uthando
cha, bo, bo
cha, bo, bo
cha, bo, bo
maye langehlula uthando
langehlula uthando
cha, bo, bo
cha, bo, bo
cha, bo, bo
lunginqoba uthando
langehlula uthando
kusukela ngikhula
uma ngikhumbula
angikaze ngicabange
ukuthi ngiyoke ngithandane nomuntu wolunye uhlanga
kusukela ngikhula
uma ngikhumbula
angikaze ngicabange
ukuthi ngiyoke ngithandane nomuntu wolunye uhlanga
yeyi wemfo kasibiya
ngaze ng+yithanda intombi yendiya
ngiyibone ngiya
bengiya ezweni lasendiya
ngangiziphuzela amabhiya
sihleli ku+first class nogabhadiya
ng+yibuka ngahlaziya
inhliziyo yami yagiya
ithi igama layo umaria
ithi yake yahlala ngaseberea
cha, bo, bo
cha, bo, bo
cha, bo, bo
nakhu lunginqoba uthando
langehlula uthando
hheya
sengimubonile
sikhulumile
naye uvumile
hhow’ usengiqomile
sengimubonile
sesikhulumile
naye uvumile
hhow’ usengiqomile
sengimubonile
sikhulumile
naye uvumile
hhow’ usengiqomile
cha, bo, bo
cha, bo, bo
cha, bo, bo
maye langehlula uthando
langehlula uthando
cha, bo, bo
cha, bo, bo
cha, bo, bo
nakhu lunginqoba uthando
langehlula uthando
hheya
sadibana ku+first class
wayefake ama+sunglass
sadibana ku+first class
wayefake ama+sunglass
sadibana ku+first class
wayefake ama+sunglass
jealous down, wo mina ngiyamunika i+crown
jealous down, wo mina ngiyamuthwesa i+crown
jealous down, wo mina ngiyamunika i+crown
ngimenza i+queen yami
sasilokhu sibukana
sishalazelelana
si+smile+lana
si+blush+elana
saze sagcina sixoxisana
sasilokhu sibukana
sishalazelelana
si+smile+lana
si+blush+elana
saze sagcina sixoxisana
sasilokhu sibukana
sishalazelelana
si+smile+lana
si+blush+elana
saze sagcina sixoxisana
sadibana ku+first class
wayefake ama+sunglass
kusukela ngikhula
uma ngikhumbula
angikaze ngicabange
ukuthi ngiyoke ngithandane nomuntu wolunye uhlanga
yeyi wemfo kasibiya
ngaze ng+yithanda intombi yendiya
ngiyibone ngiya
bengiya ezweni lasendiya
ngangiziphuzela amabhiya
sihleli ku+first class nogabhadiya
ng+yibuka ngahlaziya
inhliziyo yami yagiya
ithi igama layo umaria
ithi yake yahlala ngaseberea
cha, bo, bo
cha, bo, bo
cha, bo, bo
nakhu lunginqoba uthando
langehlula uthando
hheya
sengimubonile
sikhulumile
naye uvumile
hhow’ usengiqomile
sengimubonile
sesikhulumile
naye uvumile
hhow’ usengiqomile
sengimubonile
sikhulumile
naye uvumile
hhow’ usengiqomile
cha, bo, bo
cha, bo, bo
cha, bo, bo
maye langehlula uthando
langehlula uthando
cha, bo, bo
cha, bo, bo
cha, bo, bo
nakhu lunginqoba uthando
langehlula uthando
hheya
sasilokhu sibukana
sishalazelelana
si+smile+lana
si+blush+elana
saze sagcina sixoxisana
sasilokhu sibukana
sishalazelelana
si+smile+lana
si+blush+elana
saze sagcina sixoxisana
Random Lyrics
- biometrix – rolling stone lyrics
- paul kim & taeyeon – say something lyrics
- destroy lonely – miley cyrus lyrics
- guiné – coisa de interior lyrics
- the blue boys – i veri tipi shake lyrics
- i ragni – tutto bene mi va lyrics
- djvsiren – newjaks lyrics
- twisted g (aka gangsta fag) – twisted life lyrics
- ketzer – godface lyrics
- anthony lewis – back at one lyrics