azlyrics.biz
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

joyous celebration – kungomusa lyrics

Loading...

kungomusa kajesu, ngumusa
ngithandiwe, ngihlengiwe
kungomusa kajesu, ngumusa

ngithandiw′ impela
kungomusa kajesu, ngomusa
ngithandiwe, ngihlengiwe
kungomusa kajesu, ngomusa
ngithandiw’ impela

kungomusa, kuluthando, nenhlanhla
akusikh′ ukwazi kwami
kungomusa, kuluthando, nenhlanhla
akusikh’ ukwazi kwami oh oh

kungomusa (kungomusa kajesu) kuluthando
(oh nenhlanhla) nenhlanhla
(akusikho!) akusikho ukwazi kwami
kungomusa (kungomusa kajesu) kuluthando luka jesu
(kuluthando luka jesu)
(akusikho ukwenza!) akusikho ukwazi kwami

kungomusa, kulithemba, neqiniso
akusikh’ ukwazi kwami
kungomusa, kulithemba, neqiniso oh
akusikh′ ukwazi kwami

kungomusa kajesu, (amandla kajesu) ngomusa
(uthando luvela kuye!) ngithandiwe, (amandl′ avela kuye) ngihlengiwe
kungomusa kajesu, ngumusa! (kungomusa kajesu, ngomusa)
(nguyeyedw’ ongashintsh′ impilo yakho)
(nguye yedw’ ongashintsh′ ukuhamba kwakho!) ngithandil’
(nguye yedwa!) impela

oh kungomusa (kungomusa kajesu) amandl′ avela kuye
oh nguye yedw’ ujesu (ngithandiwe)
oh nguye yedwa onamandla (ngihlengiwe)
oh nguye yedwa ujesu (kungomusa kajesu) ongashintsh’ impilo yami
ongangiph′ amandla oh ngithandiwe (ngithandiwe la)

akusikh′ ukwenza kwami (ngithandiwe la) akusikh’ ukuhamba kwami
akusikh′ ukukhuluma kwami (ngithandiwe la) akusikh’ ukwenza kwami
akusiw′ amandla ami (ngithandiwe la) akusiwo amandla ami
kodwa kungomusa kajesu (ngithandiwe la) ngithandiw’ impela
oh kungomusa kajesu (kungomusa kajesu)
amandla aphe+ kuye (ngomusa) uthando luvela kuye
(ngithandiwe) ngithandiwe ngihlengiwe (ngihlengiwe)

kuye yedwa ujesu (kungomusa kajesu) hallelujah (ngumusa)
ngithandiwe, impela (ngithandiwe impela la)
akusikh′ ukwenza kwami (ngithandiwe impela la) akusikh’ ukukhuluma kwami
kodwa kungamandla ka jesu (ngithandiwe impela la) oh oh
oh oh kungamandla ka jesu (ngithandiwe impela la)



Random Lyrics

HOT LYRICS

Loading...