azlyrics.biz
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

kid x (sa) – mntano muntu lyrics

Loading...

[intro: makwa]
ngabe uzalwa ngubani uzalwa ngubani
ngoba lelipansula liya k’fila
ngoba lelipansula liya k’fila

[bridge: shwi nomtekhala]
yazi uthando luyisiqalekiso umangabe ungenamali ezweni
(ngathi sisebanzis’ umuthi baba)
hayi bo
wamuhle mtanomuntu wena
dela owazi kini
dela owazi nabazali bakho ntombi

[pre-chorus: makwa]
wenu, lovey, mtwanomuntu, awusemuhle
ngabe uzalwa ubani, zalwa ubani
ngithi ngiyokbheka mababy
ngabe uzalwa ubani, zalwa ubani
ngoba lelipansula liya k’fila
ngoba lelipansula liya k’fila

[chorus: makwa & kid-x]
k-mele ube intombi yami
ntombazana lelipansula liyakufila
k-mele ube intombi yami
noma bangathini mina ngyak’dinga hier
k-mele ube intombi yami
beng’ zofika kodwa maje angina transi
k-mele ube intombi yami
ungijabulisa noma umoya wami uphans

[verse: kid x]
you’re the hottest in the city, that’s without a doubt
uzphethe fresh you’re not the type ethanda ukugcwala indawo
always show up just to show off, then you shut it down
independent miss could be worth a couple hundred thou’
on my yearly budget uma ungafika upheke ukline uwashe
uphinde uneke iwashingi, you got every single thing
a man can live to imagine
i’d have had you on my radar for a minute
i’m infatuated with everything about you
you’re a beauty pageant queen wouldn’t sell you dreams
about things i couldn’t guarantee falling in love
i [?] sip a bag with tea, you’d fall head first
could end up in casualty
i could be boyfriend number two
in case you need a pleasure bae
i’d been all around looking for the right time
until i ran into a rough diamond
i’m finna change your last name ngikwenze umahlangu
senz’abantwana, sofas’lahlane

[pre-chorus: makwa]
wenu, lovey mtwanomuntu
awusemuhle
ngabe uzalwa ubani, zalwa ubani
ngithi ngiyokbheka mababy
ngabe uzalwa ubani, zalwa ubani
ngoba lelipansula liyakfila, lelipansula liyakfila

[chorus: makwa & kid-x]
k-mele ube intombi yami
ntombazana lelipansula liya kufila
k-mele ube intombi yami
noma bangathini mina ngyak’dinga hier
k-mele ube intombi yami
beng’ zofika kodwa maje angina transi
k-mele ube intombi yami
ungijabulisa noma umoya wami uphans

[verse: shwi nomtekhala]
ngithande unoyizwe, w-nginik’ uthando
w-ngitshel’ ukuthi angizomlanda ngemoto yami kubo
ngaleso skhathi kanginayo imoto
ngisaba uk-mtshela
oh, wena wawungenzenjani?
akukho moto ekhaya

[chorus 2: shwi nomtekhala]
yize uthando lwami
xola nhliziyo yami
ngoba kangina y’imoto
yize uthando lwami
xola nhliziyo yami
ngoba kangin ay’ imoto

[post-chorus: shwi nomtekhala]
uyaz ungumbulali
wayibulala inhliziyo yami
wabulala unembeza wami
xola nhliziyo yami

[bridge: shwi nomtekhala]
yazi uthando luyisiqalekiso
umangabe ungenamali ezweni
hayi bo
wamuhle mtanomuntu mama
dela owazi kini
dela owazi abazali bakho ntombi

[outro: makwa & kid-x]
k-mele ube intombiyami
beng’ zofika kodwa manje anginatrans
k-mele ube intombiyami
ungijabulisa noma umoya wami uphans



Random Lyrics

HOT LYRICS

Loading...