azlyrics.biz
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

leverage_a1 – sofa sizwile lyrics

Loading...

umuntu ugrade enyuvesi lutho amatoho
umuntu ugeje enkundleni wakhumula amakhokho ontanga yami bangenhla kabi banemali
thina basibuka singoxamu akuna plan kushuthi isoft life eyomacaphuna kusale
eyomacaphuna kusale kwazise ibona nje abahlafuna kuqala
thina singoxamu akuna plan mhlampe isoft life eyomacaphuna kusale
eyomacaphuna ksale okwethu ukuyobatakula emakhaya

eh ngithi amacent kanti awomtaka bah bayaphila bo ontanga yami banemali
ithe gqi iyotabalaza caught em on sight looking like new money
siyasebenza sofa sizwile sofa sizwile
sofa sizwile siyofa sizwile
kuthiwa ithuna lendoda lisendleleni iyolala kulemgwaqo yakhela ngodaka
noma ingamongoza, ululazeke umzimba umdali akayona into yokuganga
uthe ngqongqoza uyovula yonke imzila
ohh mavula vala ubovula ngala
kulomhlaba khona ofoloma aze akhe khona omunye osokola aze afe

ohh mavula vala ubovula ngala
khona olivila ophinde asole amabhadi
nowatotoswa emoshwa abazali

naye uthi amacent kanti awomtaka bah bayaphila bo ontanga yami banemali
ithe gqi iyotabalaza caught em on sight looking like new money
siyasebenza sofa sizwile sofa sizwile
sofa sizwile siyofa sizwile



Random Lyrics

HOT LYRICS

Loading...