lloyd cele – thando lyrics
[verse 1]
ngicabanga ngawe
ndlel’omuhle ng+yo weh s’thandwa sami
ngicabanga ngawe
ndlel’ongithanda ng+yo weh s’thandwa sami
ngifuna wena wedwa
ngikubone s’khathi sonke
uyintokozo yami (ntokozo yami)
uyamangalisa
[chorus]
thando (uyangijabulisa uthando)
thando! (nguye uthando)
thando sondela
thando (uyangijabulisa uthando)
thando (nguye uthando)
thando sondela
thando (ooh, nguye uthando)
nguye uthando
thando (ooh, nguye uthando)
thando lwam
[verse 2]
amehlo akho
ubuhl’obudlul’izinkanyezi s’thandwa sami
ndlel’ong’thinta ng+yo
ingathi ngumoya wasezulwini
thatha konk’okwam
unginike ok’ngokwakho
uyintokozo yami (ntokozo yami)
engigcwalisayo
[chorus]
thando (uyangijabulisa uthando)
thando! (nguye uthando)
thando sondela
thando (uyangijabulisa uthando)
thando! (nguye uthando)
thando sondela
thando (ooh, nguye uthando)
[verse 3]
nguye uthando
thando (ooh, nguye uthando)
uthando lwam
noma yin’oyifunayo
noma yin’oyifunayo ngizoyamukela
ubokhulum’ungesabi
ngiyaz’fela ngawe s’thandwa
[chorus]
thando (uyangijabulisa uthando)
thando! (nguye uthando)
thando sondela
thando (uyangijabulisa uthando)
thando! (nguye uthando)
thando sondela
thando (ooh, nguye uthando)
nguye uthando
nguy’uthando lwami (ooh, nguye uthando)
thando lwami
[outro]
uthando (uthando)
uthando (uthando)
nal’uthando lwami
Random Lyrics
- highway superstar – these chains lyrics
- kadant – quicksand lyrics
- alex mofa gang – könig, der löwe lyrics
- polarbearboy – untitled lyrics
- hatik – ça suffira lyrics
- samsonyte & leroyce – chip off the block lyrics
- shok paris – caged tiger lyrics
- amon (prt) – a ver se não me engano lyrics
- grant – wishes (remix. 6⚡️) lyrics
- sayha mira – son sigara lyrics