maline aura – mabebuza lyrics
bang’bona ngizithulele banomsindo bangfuna ngiswele anginandaba mina kulomhlaba ngyaz’philela mina
bang’bona ngizithulele
banomsindo bangfuna ngiswele
anginandaba mina
kulomhlaba ngyaz’philela mina
mabebuza nginjani
mina vele ngihleke
ngyabatshela mina
ang’soze ngiphele
mabebuza nginjani
mina vele ngihleke
ngyabatshela mina
ang’soze ngiphele
mina ang’lali
ngehla ng’nyuka
ngifuni imali
uk’hlupheka mina angik’thandi
nendoda engenamali
mina ang’lali
ngehla ng’nyuka
ngifuni imali
uk’hlupheka mina angik’thandi
nendoda engenamali
mabebuza nginjani
mina vele ngihleke
ngyabatshela mina
ang’soze ngiphele (x2)
mabebuza nginjani
mina vele ngihleke
ngyabatshela mina
ang’soze ngiphele
mabebuza nginjani
mina vele ngihleke
ngyabatshela mina
ang’soze ngiphele
Random Lyrics
- feest dj maarten – jouw liefste wens hardstyle lyrics
- memus – diss na niemiecki rap lyrics
- m. byrd – wish i was lyrics
- louie zong – evolution of the eye lyrics
- teeqq – где я? (where i am?) lyrics
- brian x allen – one like me lyrics
- juno (polar) – autodach lyrics
- lil cinco – poles lyrics
- ava kolker – ballerina lyrics
- lobonabeat! – blocka freestyle lyrics